Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Sjava
Sjava
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Jabulani Makhubo
Jabulani Makhubo
Songwriter
Manyike
Manyike
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Vuyo Manyike
Vuyo Manyike
Producer

Lyrics

Ling'phatheleni iksasa lami Zonke inhlelo zami Lento yophelelaphi Impendilo ngizotholaphi Ngoba kusa kusa ezweni Ikusasa aliziwa Ikusasa aliziwa Ngoba kusa kusa ezweni Ikusasa aliziwa Ngoba kusa kusa ezweni Ngishaywa uvalo mangicabanga ling'phatheleni iksasa lami Izinto zami mile ngididekile Moshakele zonke inhlelo zami Ngihlale ngibuza ukuthi ngempela lento yophelelaphi Imbuzo yami iphelela emoyeni Impendilo ngizotholaphi Kanti yini impilo Mayinje Kanti yini impilo Kazi lempi ngiyomqoba na Noma iyonghlula na Ilanga liyashona nothukela liyangenisa na Ngabe ngiyoluwela na Amaphupho enginawo ngimisele ukuwasebenzela Ngabe ayofezeka Futhi ngimisele nokuwafela wa Ikusasa aliziwa Ngoba kusa kusa ezweni Ikusasa aliziwa Ngoba kusa kusa ezweni Ngishaywa uvalo mangicabanga ling'phatheleni iksasa lami Izinto zami mile ngididekile Moshakele zonke inhlelo zami Ngihlale ngibuza ukuthi ngempela lento yophelelaphi Imbuzo yami iphelela emoyeni Impendilo ngizotholaphi Kanti yini impilo Mayinje Kanti yini impilo Yazi inzima impilo yokuhlalela ovalweni Abakhoni abanye induduzo bayithola ebhodleleni Kunzima emalini kunzima futhi nasendlaleni Inkinga ikhona yonke indawo ukuthi ayifani Ikusasa aliziwa Ngoba kusa kusa ezweni Ikusasa aliziwa Ngoba kusa kusa ezweni Ngishaywa uvalo mangicabanga ling'phatheleni iksasa lami Izinto zami mile ngididekile Moshakele zonke inhlelo zami Ngihlale ngibuza ukuthi ngempela lento yophelelaphi Imbuzo yami iphelela emoyeni Impendilo ngizotholaphi
Lyrics powered by www.musixmatch.com
Get up to 2 months free of Apple Music
instagramSharePathic_arrow_out