Music Video

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Nomfundo Moh
Nomfundo Moh
Vocals
Martin Manqoba Sosibo
Martin Manqoba Sosibo
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Nomfundo Moh
Nomfundo Moh
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Martin Manqoba Sosibo
Martin Manqoba Sosibo
Vocal Producer

Lyrics

Lalela, lalela Hay' uyasinda umthwalo wam' Impela linzima ijoka lam' Woza ngapha ungiphumuze Mamela, mamela Hay' uyasinda umthwalo wam' Impela linzima ijoka lam' Yizapha undiphumuze Uyoba yini wena, ongabazi ubunzima bempilo? Mhla ukuhlwa kufika, uyokhala ungashawanga Uyokhala ngomama, ukhale ngobaba Kanti bonke abazi lutho K'phela nje wena bhekana nenkinga (mhlobo wam' uk' give up-er ak'sizi) Uthi uyamemeza "ilizwe likuguqukele" Uyamemeza ucela bekulekelele Bakufulathele bonke babheke le Kwenzakalani kwelakithi? Nhlupheko yomuntu abayigqizi qakala Kunzima nokukhala, uyomangala kuba? (Mangala kuba) Lalela, lalela Hay' uyasinda umthwalo wam' Impela linzima ijoka lam' Woza ngapha ungiphumuze Mamela, mamela Hay' uyasinda umthwalo wam' Impela linzima ijoka lam' Yizapha undiphumuze Shwele, shwele ngiyakhala Ngemizamo yami engaphumelelanga Ngiyangqongqoza iminyango iyavalwa Mangimemeza kuyosabela bani na? Ib'hlungu inhliziyo yami Nasebusuku angisalali Ngiyayizama impilo akulungi Ngiphatheke kabi ngiyalila (ngiyalila) Kunzima nokuletha isinkwa ekhaya Amaphupho ayashabalala Ngiphelelwe amandla Ngiphelelwe ithemba Lalela, lalela Hay' uyasinda umthwalo wam' (umthwalo wam') Impela linzima ijoka lam' Woza ngapha ungiphumuze Mamela, mamela (mamela) Hay' uyasinda (mamela) umthwalo wam' Impela linzima ijoka lam' Yizapha undiphumuze Lalela, lalela Hhay' uyasinda umthwalo wam' Impela linzima ijoka lam' Woza ngapha ungiphumuze Mamela, mamela Hay' uyasinda umthwalo wam' Impela linzima ijoka lam' Yizapha undiphumuze
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out