Music Video

DaMabusa & Ama Grootman- Ithuba [Official Music Video]
Watch {trackName} music video by {artistName}

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Ama Grootman
Ama Grootman
Performer
Da Mabusa
Da Mabusa
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Thabiso Farrel Sibisi
Thabiso Farrel Sibisi
Composer
Johan Sifiso Sithebe
Johan Sifiso Sithebe
Songwriter
Thabiso Ngubeni
Thabiso Ngubeni
Songwriter

Lyrics

Ngikhumbula lezonsuku sasekhona emhlabeni (emhlabeni) Nanana (nanana) Umangonile nginenkinga eziningi Eziningi ng'beka kuwe (ngiy'beka kuwe) Inyebezi zigcwala amehlo mangikhumbula Leza nsuku esezandlula (ayi esezandlula) Inyebezi zigcwala amehlo mangikhumbula Leza nsuku esezandlula (esezandlula) Ayi esezandlula Ngikhumbul' umama, umama owangizalayo (zalayo) Ngikhumbula umama, umama owangibeletha (beletha) Ngikhumbula umama, umama owangizalayo (zalayo) Ngikhumbula umama, umama owangibeletha (beletha) Ah weh mama inkumbulo iziph' amandla Ah weh mama angisakhoni nokulala ng'yacabanga Lapho ukhona, ngab' urighthi? Mhmm sobonana kwelizayo oh-oh-oh Ah weh mama inkumbulo iziph' amandla Ah weh mama inkumbul' izipha amandla Ah weh mama angisakhoni nokulala Ng'yacabanga, lapho ukhona, ngabe urighthi? Mhmm sobonana kwelizayo oh-oh-oh Ah weh mama inkumbulo iziph' amandla Ngikhumbul' umama, umama owangizalayo (zalayo) Ngikhumbula umama, umama owangibeletha (beletha) Ngikhumbula umama, umama owangizalayo (zalayo) Ngikhumbula umama, mama owangibeletha (beletha)
Writer(s): Thabiso Ngubeni Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out