Top Songs By Duncan
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Duncan
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Champ Tile
Composer
Duncan Mbambo
Composer
Ngane Sikobi
Composer
Lyrics
Baby (my love), you the one that I love
Baby (baby) you the man of my life
Baby, baby, baby you the I love
Baby (sweet love, sweet love) you're the man of my life
Syaxabana syahlukana sphinde sxolelane
Yaz lento ngathi umdlalo kanti cha uthando
Bebes'hleka bethi ayikh lent
Esiyzamayo kodwa bhekesebecela amaAdvise othando
Nabangan baya complain bathi undlisi intando
Banomona ngoba ngingasaspend iskhath nabo
Banak indaba zeth besahlulw ezabo
Maduze kuzokikiza uzoba u Mrs. Mbambo
For wena ngengayek utshwala ifolishi
Ngizmisele ungangenza ngihlekwi ilokishi
Bathi into yethi ayikh straight iSomizi
Tshela mina angek' ung'lahle please promise me
Ang'namahloni nom' ikuphi amanzi e orintshi
Ngibatshelile ekhaya ukuthi mina ngizokh' ipentshisi
Baby tshela mina uready ukuba u Mrs
Ng'funa bazi bonke k'phuza mina kulenkomishi
Baby (baby) you the one that I love
Baby (baby) you the man of my life
Baby (baby) you're the one that I love
(Baby) ah no ngiyazi izimo obuhambisana nazo yabo angik'zibi
Bheka eish bebek'hleka bethi ujola noskhotheni
Oh buboneni umculi lo uyacheater akabambeki
Plus akabubeki ugangstar lo istayela akana taste
Kodwa ng'thola ama whatsapp pub ubeng'seduce eceleni
Ngiyazi uyang'themba ngiyazi futhi ngami uyaz'qhenya
Maw'ngekho phambikwami uyazi ilova iyazwela
Bathi imali noma ibhokisi ngawe ngiyazifela
Uletha umfudumalo qondile ilova uyayiblesa
Uthando lweguluva baby asoze lwaphela
Lishaya ngaphakathi inhliziyo mamatheka
Umlilo omkhulu lona ngithath' uk'bheka yona kuphela
Ngiyaz' uthanda mina baby wena not amaphepha
Ngithanda mas'jabula ngik'teketisa usuhleka
Ngik'phazamise emabhodweni ekhishini upheka
Uthando lweqiniso lolu alusoze lwaphela
Bacathi umlilo wamaphepha bathi lent' izophela
Baby (baby) you the one that I love
Baby (baby) you the man of my life
Baby (baby) baby (baby) you're the man of my life
Baby (baby) you the one that I love
Baby (baby) you the man of my life
Baby (baby) you're the one that I love
Baby (baby) you the man of my life
Writer(s): Champ Tile, Duncan Mbambo, Ngane Sikobi
Lyrics powered by www.musixmatch.com