Top Songs By Kingsfiso
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Kingsfiso
Performer
Lyrics
Njengempi yasesandlwane
Liyomi'lange mini,
Thando lwami nawe,
Zimpande zalo,
Ziminguna phakade,
Ngoba hiiii hiiii hiii,
Umangakhohlwa nguwe,
Ilanga loshone'mini,
Mangalibala nguwe,
Ilanga loshone'mini,
Bazamile abomndeni,
Ukuzwa ngawe,
Kodwa mina ngifunge ngagomela
Ukuthi,
Ilanga loshone'mini,
Uthando lwami nawe mtanomuntu
Aliyindawo,
Kuyofika izikhukhula nemimoya,
Ilanga loshone'mina,
Njengempi yasesandlwane
Liyomi'lange'mini,
Thando lwami nawe,
Zimpande zalo zimingunaphakade,
Ngiyohlala nawe mina nja-lo,
Mangalibala nguwe,
Ilanga loshone'mini,
Mangilibala uthandolwakho,
Kuyocimi'zibane'moyeni
Wami,
Ngeke ngeke ngakushiya,
Ilanga loshone'mini,
Ilanga loshone'mini,
Ilanga loshone'mini,
Angiziboni'mtwano muntu
Ngiphila ngaphandle kwakho,
Ukumoyizela kwakho kufana
Noju emoyeni wami olugwadule,
Ilanga loshone'mini,
Ay ayayayayimpela nje,
Ilanga loshone'mini,
Oh ayayayayayooo heeeh,
Ilanga loshone'mini,
Writer(s): Mbuso Khoza, Sifiso King Sibisi
Lyrics powered by www.musixmatch.com