Lyrics

Oh, kade mina ngishay'abantu Ngi-win-a nezindondo Mang'qhamuka bayakhala abantu Bashay' amavuvuzela Oh, kade mina ngigxob'abantu Ngi-win-a nezindondo Mang'qhamuka bayakhala abantu Bashay'amavuvuzela Oh, kade ngigxob'abantu Ngi-win-a nemincintshiswano Bayakhala abantu bami Bashay'amavuvuzela Phela mina ngiyinkunzi ku lo-show Aw, futhi ngiyi-bozza ku lomculo wami Phela mina ngiyinkosi kulomculo Ngiyingqongqo kulomculo Phela ngiyinkunzi ku lengoma yami Bashay'amavuvuzela Ngiyingqongqo kulomculo Aw, mina ngiyinkunzi ku lomculo Aw, futhi ngiyan'hlula ngalomculo wami Uma ngingasuka ngishone lena, ngiphinde ngishone le Ubani oyothi cha uma abalandeli sebevumile? Ma ngingasuka ngishone lena, ngiphinde ngishaye le Ubani oyothi cha uma abalandeli sebevumile? Uma ngingasuka ngishaye la, ngiphinde ngishaye lena Ubani oyothi cha uma abalandeli sebevumile? Ngoba izw'elika Khuba, izw'elika Khuba (elika Khuba, Izwe, Izwe) Izw'elika Khuba, izw'elika Khuba (elika Khuba, izw'elika Khuba) Ngoba izw'elika Khuba, izw'elika Khuba (elika Khuba, Izwe, Izwe) Oh, Izw'elika Khuba, izw'elika Khuba (elika Khuba, izw'elika Khuba) Ngoba izw'elika Khuba, izw'elika Khuba (elika Khuba, Izwe, Izwe) Ubani oyothi cha (elika Khuba) Uma abalandeli sebevumile? (izw'elika Khuba) Ngoba izw'elika Khuba, izw'elika Khuba (elika Khuba, Izwe, Izwe) Ubani oyothi cha (elika Khuba) Um'abalandeli sebevumile? (izw'elika Khuba) (Elika Khuba, Izwe, izwe) Aw, mina ngiyinkunzi ku lomculo wami (elika Khuba, Izw'elika Khuba) Aw mina ngiyi-bozza kulomculo (elika Khuba) Ngiyingqongqo kulomculo (izwe, izwe) Ngiyinkunzi ku lomculo wami (elika Khuba, Izw'elika Khuba) Aw, phela ngiyi-bozza kulengoma (elika Khuba) Ngiyinkosi kulomculo (izwe, izwe) Mina ngiyinkunzi ku lomculo (elika Khuba, Izw'elika Khuba) Ubani oyothi cha (Elika Khuba, izwe, izwe) Ubani oyothi cha uma abalandeli sebevumile? (Elika Khuba, Izw'elika Khuba) Ngoba abalandeli sebevumile (elika Khuba, izwe, izwe) Ngoba abalandeli sebevumile (elika Khuba, Izw'elika Khuba) Ngoba abalandeli sebevumile (elika Khuba, izwe, izwe) Ngoba abalandeli sebevumile (elika Khuba, Izw'elika Khuba)
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out