Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Big Zulu
Big Zulu
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Mandlenkosi Cebekhulu
Mandlenkosi Cebekhulu
Composer
Siyabonga Nene
Siyabonga Nene
Lyrics
Senzo Vilakazi
Senzo Vilakazi
Lyrics

Lyrics

Udlunwe Nkabi Ayi mfana akoyoma kowabo impela manje asidlali ney'ngane Nx ayi suka Kwesta! Bathi yaz mama ak'laleki mangine mali ak'laleki Uyaz' mama ang'bambeki manginemali ang'bambeki Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'laleki Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'hambeki 87 siginqi sondo kusano k'duma iCaracara Kushi iStoep emakasana inkabi zigova isphakaphaka Amaphepha angena eze eyiqede yonke indabandaba Kush' ugodoba sphethe ingudu silokho sidlala iNkalakatha Amabili abandayo inkabi ayizondi thina aboKhuzwayo Yithina abaphuzwayo dedela igazi ungi'thintele ok'funayo Ngik'tholele ok'shunqayo noma ok'phuzwayo yi wine le nukayo Mangingena ubo sabela ngphuz ibhodlela elibizayo Ak'laleki mawunemali shwele mama ang'thandeki mang'ngabhlabi Ang'bambeki mak'ngenani Ngizwe mama ang'phatheki mang'ngayphathi Ak'jaiveki mang'ngaydali Ebantwaneni ang'bukeki mang'ngaykhami Ng'bulala u Van Damme, kusho Umsindo ak'laleki mawunemali Spheth' amachankura mama senga jabula Ng'bize u money spender for the night usengang' lawula Ngik'tholele okok'qabula, yini sew'yazamula Kubuhlungu intliziyo yaz senga phola maungang'qabula Bathi yaz mama ak'laleki mangine mali ak'laleki Uyaz mama ang'bambeki manginemali ang'bambeki Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'laleki Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'hambeki Umsebenzi ungfakela uk'shisa Sengze late for itaxi yokugcina Ngfike ighetto ng'bhele amajita Squbul' icrate sibambe amabhiya Sibize ama pentshis' nawo azos' siza Ushintsh' aw'theshi s'pheth' amaclipa Kukhish' ama kepisi khanda liya sinda Ozenza sexy uthelwa nge spinza Yith laba beze bapeth ushit la Yinkalabez eybeke istin' la Sireyi imaxi taxi yemjibha Bese kuwi phenti estrip club mpintshi yam Bheka amajet endiza zinja zipheth iy'dakamizwa Mauth uyabheka umbhede yangbhiza Kodwa ak'laleki ngizow' shaya ngomzimba Bath yaz mama ak'laleki mangine mali ak'laleki Uyaz mama ang'bambeki manginemali ang'bambeki Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'laleki Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'hambeki Ayi zofika ngo doti ngath aniboni bafana intsimbi ayigobi Ngthin ntsini ayingoni, ngyab'hlaba la bantwana ibhiya ayiboli Ithini intombi ayiqomi dedela ublood mama sityi ubomi Sengphathis umlungu isangoma samshaya ama yellowbone Amabhiya angenile nthatha kusa sihamba ngamabonda siphula amabhodlela Kothand' uk'buka siphuma ngama corner Siy'nkabi zakhona amaTycoon siphila namabhoza Sishiya kumanz phantsi woza sik'thele ungabulawa ukoma Izwa le ngoma oh babe ongbona Buka le ndoda aw'bheke iyanghlola Phuza amadoda kodwa ntombi uzong'qoma Caster Semenya ngathi ufana nendoda Siphume kanje ayi bhuti uzontshontsha Kphela amabhiya kohlwa bhuti ng'zoy khona Buka amavinqa kodwa mfana uzo founa Thenge nebhiya kodwa ufuna siyo jola Bath yaz mama ak'laleki mangine mali ak'laleki Uyaz mama ang'bambeki manginemali ang'bambeki Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'laleki Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'hambeki Bath yaz mama ak'laleki mangine mali ak'laleki Uyaz mama ang'bambeki manginemali ang'bambeki Amabili amathathu mudle mali yakhe ak'laleki Amabili amathathu mudle mali yakhe ak'hambeki
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out