Lyrics

Bengamane bengibulale Ngeke mina ngize ngibancenge Bengamane bengibulale Ngeke mina ngize ngibancenge Ningamane ningibulale Ngeke mina ngize nginincenge Ningamane ningibulale Ngeke mina ngize nginincenge Wena dubula mawudubula Thakatha mawuthakatha Wena dubula mawudubula Thakatha mawuthakatha Wena dubula mawudubula Thakatha mawuthakatha Ukuhleka nomuntu ongizondayo mina Ngeke ngikwazi ukuhleka nomuntu ongizondayo Ukuhleka nomuntu ongizondayo mina (Ngeke ngikwazi ukuhlekaa) Ngeke ngikwazi ukuhleka nomnt'ongizondayo (Ukuhleka nomuntu ongizondayo) Ukuhleka nomuntu ongizondayo mina (Ngeke ngikwazi ukuhlekaa) Ngeke ngikwazi ukuhleka nomnt'ongizondayo (Ukuhleka nomuntu ongizondayo) Ukuhleka nomuntu ongizondayo mina (Ngeke ngikwazi ukuhlekaa) Ngeke ngikwazi ukuhleka nomnt'ongizondayo (Ukuhleka nomuntu ongizondayo) Wena dubula mawudubula (Ngeke ngikwazi ukuhlekaaa) Thakatha mawuthakatha (Ukuhleka nomuntu ongizondayo) Wena dubula mawudubula (Ngeke ngikwazi ukuhlekaaa) Thakatha mawuthakatha (Ukuhleka nomuntu ongizondayo) Ukuhleka nomuntu ongizondayo mina Ngeke ngikwazi ukuhleka nomuntu ongizondayo Ngeke ngihleke inhlinini engathi akunankinga Ngibe ngazi ukuthi abangifuni ngeke Ngeke ngihleke inhlinini engathi akunankinga Ngibe ngazi ukuthi abangifuni ngeke Ngeke ngihleke nomnt'ongizondayo mina, angekee Ngeke ngihleke nomnt'ongizondayo mina, angekee Ngeke ngihleke nomnt'ongizondayo mina, angekee Wena dubula mawudubula Thakatha mawuthakatha Ukuhleka nomuntu ongizondayo mina Ngeke ngikwazi ukuhleka nomuntu ongizondayo Ukuhleka nomuntu ongizondayo mina (Ngeke ngikwazi ukuhlekaa) Ngeke ngikwazi ukuhleka nomnt'ongizondayo (Ukuhleka nomuntu ongizondayo) Ukuhleka nomuntu ongizondayo mina (Ngeke ngikwazi ukuhlekaa) Ngeke ngikwazi ukuhleka nomnt'ongizondayo (Ukuhleka nomuntu ongizondayo) Ukuhleka nomuntu ongizondayo mina (Ngeke ngikwazi ukuhlekaa) Ngeke ngikwazi ukuhleka nomnt'ongizondayo (Ukuhleka nomuntu ongizondayo) Wena dubula mawudubula (Ngeke ngikwazi ukuhlekaaa) Thakatha mawuthakatha (Ukuhleka nomuntu ongizondayo) Wena dubula mawudubula (Ngeke ngikwazi ukuhlekaaa) Thakatha mawuthakatha (Ukuhleka nomuntu ongizondayo) Ukuhleka nomuntu ongizondayo mina Ngeke ngikwazi ukuhleka nomuntu ongizondayo Ngeke ngihleke inhlinini (Ngeke ngikwazi ukuhlekaaa) Engathi akunankinga (Ukuhleka nomnt'ongizondayo) Ngibe ngazi ukuthi (Ngeke ngikwazi ukuhlekaaa) Abangifuni ngeke (Ukuhleka nomnt'ongizondayo) Ngeke ngihleke inhlinini (Ngeke ngikwazi ukuhlekaaa) Engathi akunankinga (Ukuhleka nomnt'ongizondayo) Ngibe ngazi ukuthi (Ngeke ngikwazi ukuhlekaaa) Abangifuni ngeke (Ukuhleka nomnt'ongizondayo) Ngeke ngihleke nomnt'ongizondayo mina (Ngeke ngikwazi ukuhlekaaa) Angekee (Ukuhleka nomnt'ongizondayo) Ngeke ngihleke nomnt'ongizondayo mina (Ngeke ngikwazi ukuhlekaaa) Angekee (Ukuhleka nomnt'ongizondayo) Ngeke ngihleke nomnt'ongizondayo mina (Ngeke ngikwazi ukuhlekaaa) Angekee (Ukuhleka nomnt'ongizondayo) Bengamane bengibulale Ngeke mina ngize ngibancenge Bengamane bengibulale Ngeke mina ngize ngibancenge Ningamane ningibulale Ngeke mina ngize nginincenge Ukuhleka nomuntu ongizondayo mina Ngeke ngikwazi ukuhleka nomuntu ongizondayo Ukuhleka nomuntu ongizondayo mina (Ngeke ngikwazi ukuhlekaa) Ngeke ngikwazi ukuhleka nomnt'ongizondayo (Ukuhleka nomuntu ongizondayo)
Writer(s): Scebi Dlamini Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out