Lyrics

Akunasimo esingaphezu kwamandla akho Akunadinga engaphezu komshado wakho Akunasifo es'ngena khambi uma kunoJesu Akunasimo esingaphezu kwamandla akho Akunasimo esingaphezu kwempilo akho Akunadinga engaphezu komshado wakho Akunasifo es'ngena khambi uma kunoJesu ke Akunasimo esingaphezu kwamandla akho Unikiwe Unikiwe igunya ke wena Ungahamba phezu kofezela Unikiwe amandla ke wena Usungaphezu kwabanqobi (Yebo, unikiwe, igunya mzalwane) Unikiwe igunya ke wena Ungahamba phezu kofezela (Yebo unikiwe, amandla) Unikiwe amandla ke wena Usungaphezu kwabanqobi Hayi utshilo Wathi mangihambe ngalamandl' enginawo Waphinde wathi Ngicele noma yini, uzongenzela Uzong'nika, uzothithatha, ngokwakho Yebo, uJehova ushilo mzalwane Hey', wathi ng'cela noma yintoni, uyithathe by fire by force Waphinde washo'uNdikhoyo Wathi cela noma yinton', uzokwenzela (Ngoba wena, unikiwe igunya ke) Unikiwe igunya ke wena Ungahamba phezu kofezela Unikiwe amandla ke wena Usungaphezu kwabanqobi Unikiwe igunya ke wena Ungahamba phezu kofezela Unikiwe amandla ke wena Usungaphezu kwabanqobi Yebo, Sathane ndizokunyathela ngoba uyaxoka Ndizohamba phezu kofezela Ngoba uJehova uyaphila Ndizothath' imoto yami, ndithathe imali yami Ndithathe umshado wami Ndithathe konke okwami Ndithathe konke okwami 'Thathe konke okwami 'Thathe konke okwami Unikiwe Unikiwe, (igunya elisha) unikiwe, (amandla amasha) unikiwe (Su vumel'usathane, adlale nge, nhloko yakho ngob'unikiwe) Unikiwe, (thata konke) unikiwe,(mbize njalo) unikiwe Haii maan, thata konk'okwako maan,haii maan yey) Unikiwe, (igunya elisha) unikiwe, (amandla amasha) unikiwe (Thata mzalwane, by fire by force, by fire by force) (By fire by force) Unikiwe, unikiwe, (unikiwe) unikiwe Hayi sathane kwanele, ndizothat'into zam, yebo Unikiwe igunya ke wena Ungahamba phezu kofezela Unikiwe amandla ke wena Ungaphezu kwabanqobi Unikiwe igunya ke wena Ungahamba, ungahamba Ungathatha, ungahlala Yebo, unikiwe Unikiwe igunya ke wena Ungahamba phezu kofezela (That'imoto yako, imali yako, umshado kwako, konk'okwako, thata, thata) Unikiwe amandla ke wena Usungaphezu kwabanqobi Unikiwe igunya ke wena Ungahamba phezu kofezela Unikiwe amandla ke wena Usungaphezu kwabanqobi Hallelujah hallelujah Unikiwe igunya ke wena Ungahamba phezu kofezela Unikiwe amandla mzalwane Loku kuthathe imali yakho Umshado wakho, konke okwakho Indlu yakho, konke Hai maan, yey yey yey The devil is a liar The devil is a li-, li-, li-, li-, li- Devil is a liar Oh, devil is a liar Unikiwe igunya ke wen', wen' Ungahamba phezu kwabanqobi
Writer(s): Kabelo Masejane, Wanda William Tshabalala Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out