Lyrics

Konke engikudingayo kuwe kuphelele Uthando enginalo luhlula zonke lwandle Imidlinza yenhliziyo yami ifuna wena (Ifuna wena wedwa) Kanti nothando lwami uhlale lubusa ngawe (Ngifuna wena wedwa) Mina ngeke ngikwaz ukuthanda omunye umuntu (Ngifuna wena wedwa) Darling ngifuna wena kuphela akekho omunye (Ngifuna wena wedwa) Sthandwa sami putsununu Wena ulove wami putsununu Sthandwa sami putsununu Wena ulove wami putsununu Konke engikudingayo kuwe kuphelele (Dingayo kuphelele) Uthando enginalo luhlula zonke lwandle (Nginalo) Sthandwa sami, yazi mawungekho eduze kwami ngiyaphambana Ngoba uthando lwakho luhlala luhlezi njalo Noma nini sthandwa ubusuku nemini oh yeah Ngitshela abazondi babuka lesimo mina ngikhethe wena Ngifune zitori uthando luyaphila xa useduze kwami Darling wami ngiyakutshela loluthando olwamampela Awuu, noma nini ngingakufela Awuu, ngikuthanda okwamampela Imidlinza yenhliziyo yami ifuna wena (Ifuna wena wedwa) Kanti nothando lwani luhlale lubusa ngawe (Ngifuna wena wedwa) Mina ngeke ngikwaz ukuthanda omunye umuntu (Ngifuna wena wedwa) Darling ngifuna wena kuphela akekho omunge (Ngifuna wena wedwa) Sthandwa sami putsununu Wena ulove wami putsununu Sthandwa sami putsununu Wena ulove wami putsununu Konke engikudingayo kuwe kuphelele (Dingayo kuphelele) Uthando enginalo luhlula zonke lwandle (Dingayo) Papa puni, my love is so big for you You making my mind go spinning for you You making my heart go pupupu My love is really for you Ungivale amenhlo angiboni omunye ngaphandle kwakho Mami ngifuna wena wedwa Ngifuna wena wedwa sthandwa Ngifuna wena wedwa Ngifuna wena wedwa Imidlinza yenhliziyo yami ifuna wena (Ngifuna wena wedwa) Kanti nothando lwani luhlale lubusa ngawe (Ngifuna wena wedwa) Mina ngeke ngikwaz ukuthanda omunye umuntu (Ngifuna wena wedwa) Darling ngifuna wena kuphela akekho omunye (Ngifuna wena wedwa) Sthandwa sami putsununu Wena ulove wami putsununu Sthandwa sami putsununu Wena ulove wami putsununu Konke engikudingayo kuwe kuphelele (Dingayo phelele) Uthando enginalo luhlula zonke lwandle (Nginalo)
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out