Lyrics

Angaz nokuthi ngingiqale kuphi, mangingathi ngibeka lendaba Ngicathi usukubekile konke, and vele okwami kumubalwa Angeke ngihlehle ngize ngifike ekutheni sazana kanjani Nokuthi ukuthi ubani oqala kuqala, ntanga akusena ndaba Indaba la, angithi vele estradini kudala besimele Ilokhu obekumele kwenzeke after i-Street Government Still sisangakwenza, cause vele ne-skill asikazuku phela Nomdali uzosinceda, zonke lezifiso esinazo soyifeza Eish, asithi-rewind ingqondo, sikhumbuza umshini Ngiyazi imina owakufaka omdlandla wakwenza wa-believe Ngathi wanya wanya ku mgodla, ngakudonsela okusa nsimbi Uthe mawuqala ubhala as a solo, kwahlanya ilokishi Akaze ngakukhohlisa, ngangazi estradi .kuzobila Ngangazi untwana uzogijima, ngiyomfela noma nini Ebusuku nasemini, siginqika, lsibamba insimbi isashisa Sazitshela never sa-quit, kuze kufike izinsuku zokugcina Sigida bekikiza, besibiza, bethi iy'nsizwa ziyayi bhikla Sifike la be leader, sayijika ijika, izinto zashintsha Ngakumina kwaba ney'nkinga, lagcina isaka lidilika Kwangathi iy'nsuku zokuphila ziyancipha ntwana ngikudigna But then, kumele wazi ukuthi awukaze wangikweleta Mina konke engakwenza, ngakwenza ngoba ngangikufela Njalo masikgereza, ubungiphelezela unginikeze ithemba Ayi ngoba ngangikuthenga, mangi earn i-cent ntwana ngil' shera Lithe maselingena ngakuwena, mangibheka 'ibalo zaxega Ngathuka ngazwela, ngazitshela, ngeke ngikwazi ukukutshela Izinsuku maziphela, wangisondela, wa cela ngizokinceda Wangphakamela, wabuzwa, waphika indaba wahlehla Eish isimo owawukusoba ngasi understand Wawungeke uchuze sayidi lami, uyeke eloku khanda-inkece Kuphela engangikudinga kuwena, ukuyibona inja yam ungifela Ukubona wena ungimela, ungibeka kumphema, imvula mayinetha Eish, namanje mangiringa lento ntwana isangi hurta Ngoba uthando ebenginalo for wena akaze lwaphela And manje njeba sibangena, ngicela isikhiye ukusi bhera Kungaphinde kungene muntu phakathi kwethu ongayona lento Elami iqiniso ngalenza, nawe nja yam Maybe uzokhumbula mhlazane, ukhipha icwecwe elokuqala Ngaku surprise, ngobhuti no sisiwakho ngibalanda ekhaya Ngiyazi lokho wakuthanda, ngoba uhlezi ungikhumbuza ngakho But then, ngosuku sengi-launch eyami album Wathi angiringe no mphathi wakho, but mina naye singazwani eish Ngamshayela ngoba ngikudinga var Wangishaya shaya, wathi nizobe ningekho nase-Natal Mara ngosuku lomcimbi bangitshela bathi usekasi Ngaphendula ngathi akukwazi and ngeke inja yam izinglahle Umangabe ubenqena umphathi, ubezovela okungenani Lokho kwangiphula inhliziyo, bangiduduza enganginabo Konke obekwenzeka mina benginoku blamer uNgane Ngithi uthatha izinto kancane usay ngane noma awunaki Kunalo suku engeke ngilikhohlwe, sihambile sise Mpumalanga Ngangivale isikhala sika Cndo, so uDJ nganaye Mase kumele ngiyo perform, ngacela u- angidlalele Wanqaba wathi bengiy'plane kanjan angiziphantele Ngathola uMy selector endaweni ukuthi angizamele Phela ila ngavuma khona, umfowethu akasophinde angifele Ukwehla kwami estage, no nyembezi lwa landela Kwadlula izinyanga, ikhaya esasinalo laphela Kwadlula izinyanga nekari yam ngayi surrender Kwavele kwacaca nge career yami iyaphela Kwamele ngipaquze ngihlanganise le IBN Ngikhave le brand, ngizame ukuyi brand, izinto zami zi bheda Nesaka belingekho, but i-ghetto belihlala lingibhekha Okuningi ngakusho kwi NGIYABONGA bengicela niyoyimamela Eish Iy'tori azime, ake sijabule nje ntwana Noma kunzima, zinyakazise sipaquze isaka Sibadala masibangaka namanje angibazi abantwana bakho Akaze ngabathwasa, ngifisa ukuba bamba ngezandla zami Ngifisa bazi ubaba unethalente elogebhula umhlaba Eloketula izintaba, qina thambo, siyogcwala amathafa Siyiqale ngothando, sifela umphando, la ayigcwale amasaka Sibathobe izinhliziyo ngobumbano eliyobumba lomhlaba
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out