Listen to Bekezela (feat. MAO'H) by Jcob

Bekezela (feat. MAO'H)

Jcob

New Age

Music Video

Bekezela (feat. MAO'H)
Watch {trackName} music video by {artistName}

Featured In

Credits

COMPOSITION & LYRICS
Jacob Thabo Mahlalela
Jacob Thabo Mahlalela
Songwriter
Musa BUTHELEZI
Musa BUTHELEZI
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Casmo marsiano
Casmo marsiano
Mixing Engineer

Lyrics

UNkulunkulu wanginikeza isphiwo Wathi mntanami uzocala ku zero Kodwa ekugqineni bazokubiza nge hero Noma beku user ungaphuki inhliziyo Ingakho ngithi masibekezeleeeh Noma sidontsa kanzima nomakunzimaaah Noma impilo inzima masibekezeleeeh Noma sidontsa kanzima noma kunzimaaah Noma impilo inzimaa Ngiyathula noma ayithulisi Ngiyahleka noma ayihlekisi Igamalami seliphenduke inhlekisa Ng'munca isithupha noma inkomo ngingayi hlinza Makunamalangabi mina ngiwu parafin Bayithola seyivuthiwe kodwa abalazi iziko Ngizosebenza angeke ngiphelumoya Ngiyazi usithanda sonke ubaba God Bathi i vili liya jika Isimo siyajika Akekho owaziyo Isimo singashintsha UNkulunkulu wanginikeza isiphiwo Wathi mntanami uzocala ku zero Kodwa ekugqineni bazokubiza nge hero Noma beku user ungaphuki inhliziyo Ingakho ngithi masibekezeleeeh Noma sidontsa kanzima nomakunzimaaah Noma impilo inzima masibekezeleeeh Noma sidontsa kanzima noma kunzimaaah Noma impilo inzimaa Noma impilo inzimaa Noma impilo inzimaa Noma impilo inzimaa Mihla nezolo ngiyakhuleka Ngelinye ilanga amasango azokuleka Kuyoba ngathi azange sihlupheke Nomakunzima mnganami masiqhubeke Masinda ezama akanalishwa Vele usathane isicalekiso Usifisela okubi usibeke iliso Masiguqe ngamadolo sikhuleke Ithemba alibulali mnganami nje liyadanisa Silinde umhlozayo njengebanjwa lisejele sithwele kanzima UNkulunkulu wanginikeza isphiwo Wathi mntanami uzocala ku zero Kodwa ekugqineni bazokubiza nge hero Noma beku user ungaphuki inhliziyo Ingakho ngithi masibekezeleeeh Noma sidontsa kanzima nomakunzimaaah Noma impilo inzima masibekezeleeeh Noma sidontsa kanzima noma kunzimaaah Noma impilo inzimaa
Writer(s): Jacob Thabo Mahlalela, Msawenkosi Malowa Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out