Lyrics

Ngelanga linye kolunga konke Kobe ngathi akaze kwabheda lutho Ndizwe kahle moya wami, kuyoshitsha izinto Kushintsh' izinto kushints' izinhliziyo Nxa ngibuyela ekhaya, simo sami soshitsha Qunqe phansi ngedolo thembe wona mkhululeko Uzongipha amandla Jesu uhlezi unamu, mpilo yami ayipheli la Apho ukhona ungipha amandla Uze ugcinele umama ekhaya Uhlala ekholwa kuthi sizoshitsha Ngelanga linye, kolunga konke Kobe ngathi akaze kwabheda lutho Ndizwe kahle moya wami Kuyoshitsha izinto, kuyoshitsha izinto Kuyoshitsha izinhliziyo Imicabango incidezela iphepha ngomsizi Bathoba inhliziyo bambiza ngomsizi Langa linye ungalindele lophela lolusuku Ungacabangi kuyeka mkhululeko noma ubona engathi awsizi Baba ngisize isakhalo sami kulesi sizwe basizwe Ngiyavuma siyizoni mabesibizela enkonzweni asizi Nokwenyanga kohlala inyangana kwande usizi Sikhohlwe kukhuleka kumdali athumele ingelosi kithi Isibonelo esihle kithi uwena Mduduzi konke uqale ushaya isingingci ngaphandle komuzi Kwase ukhalisa isingingci esikulethe kulomuzi Sibonge ku big zulu nimakoya ababelievele kuwe nawe Mntakama ngiyacela ungalilalahli ithemba okwabantu abansundu Akwaze kwalula ukuthola kwethu amandla Kumele siqale sibheke emumva, ukubheka kwethu Emumvu ikhona kosiletheda ifuture Ngelanga linye kolunga konke Kobe ngathi akaze kwabheda lutho Ndizwe khale moya wami, kuyoshitsha izinto Kuyoshitsha izinto kuyoshitsha izinhliziyo Aw sikhulekela ithemba, impela bayabusiswa othemba Labo likujehova ngoba uNkulunkulu kwesinye iskhathi uphila Njengenhlansi yethemba kubo ngaphakathi impilo ngiyifanisa Nosuku ekseni kuyakhanya ntambama kumbyama khona namhlanje Ifana nesimo sezulu iyashitshashitsha kodwa ngelinye ilanga Kuyokhanya ngakimi izinto ziyoshitsha ngikhulekela Umama ekhaya kungathi makukhanya kimi kuye libe selimshonele Usekhuleke kakhulu ekhulekele lempilo esingayazi izolo Bengifunda ngathola neziqu kodwa namhlanje Ngiphila ngekhona ngibhala inkonglo Name akhlolwa ufakazi ukuthi kusasa Kuzokhanya lenkondlo eyabazukulu besizukulwane sami Esebelahlekelwe yithemba nkosi yami uthi noma Sebebuka phansi emhlabeni bengalinge Bebuyisele okubi ngokubi ngoba yibona Abayophenduka abantu ababi phindebhala futhi cofi ngase ngabhala Ngelanga linye kolunga konke Kobe ngathi akaze kwabheda lutho Ndizwe khale moya wami, kuyoshitsha izinto Kuyoshitsha izinto kuyoshitsha izinhliziyo
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out