Music Video

Musa - Ukukhanya (Visualizer) ft. Zamoh Cofi
Watch {trackName} music video by {artistName}

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Zamoh Cofi
Zamoh Cofi
Vocals
Musa Sukwene
Musa Sukwene
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Musa Sukwene
Musa Sukwene
Composer
Nkanyezi Mahlobo
Nkanyezi Mahlobo
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Musa Sukwene
Musa Sukwene
Producer

Lyrics

Uk'thula ebandleni, ngibonge inkos' isangcinile Kwaze kwafika usuku lwanamhlanje inyama isahlangene nomphefumulo Abanye bebefisa, kodwa basalile endleleni Manje nginivalo ngisaba nokukhuluma amagama ayambulala umuntu Impilo is'thwes' ijok' emahlombe siyasidwa Sibulawa indlala siphila ngamaqhinga silingisa amaqhawe asebhayibhelini Ngoba nomoya oyingcwele, nawunkuya uyosithela Masizama ukuwunqanda ngokuya egodini amaphupho ashabalele Ngokuphazima kweso, siphaphama engasekho Akusabalulekile ukuthi unani manje, okubalulekile ukuthi usaphila yini? Ngoba abafowethu bafis' okwembuzi, umphefumulo womuntu Awusathengwa nangemali bekunani Bekunani nje, ukuthi siphile umuntu azifele yena ngamaphuth' akhe Nalemzimba igcwel' izifo, sihamba nazo egazini Sisaba ngisho ukungena emathandweni, hleze umuntu aphenduk' umbulali Ngok'ngenhloso nkosi yami, adilikelwe ithuna manje Sibonga lonk' ithuba, ukuvuk' ek'seni kuyimpumelelo Masiy' ematohleni siphambana nokhuvete, sidlal' umacashelana Nezif' ezingalapheki, kodw' usalokhu es'chinil' uMdala wezinsuku S'yabonga nkosi (s'yabonga) uphind' ubhale futhi cosu S'yabonga Mdali wentozonke, usigcinile Thel' amafutha is'bani sami sikhanye njalo emehlweni akho Thel' amafutha is'bani sami sikhanye njalo emehlweni akho Hamba nathi, kukho konke sigcine Heye heye heye Sithi Camagu, sithi Camagu Thel' amafutha is'bani sami sikhanye njalo emehlweni akho Thel' amafutha is'bani sami singasuki emehlweni akho Ngigcine Nkosi yeh!
Lyrics powered by www.musixmatch.com
Get up to 2 months free of Apple Music
instagramSharePathic_arrow_out