Credits

PERFORMING ARTISTS
Ihashi Elimhlophe
Ihashi Elimhlophe
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Bhekisisa Mbhasi Ngcobo
Bhekisisa Mbhasi Ngcobo
Songwriter

Lyrics

Umnto njani onjani lona! Umntonjani lona! Umntonjani lona! Umntonjani lona! Hhey akabongi Ngimenzela konke kodwa akabongi Ngimunika konke kodwa akabongi (Umntonjani lona? awakabongi) ngimunik' isandla afun' ingalo yonke (Umntonjani lona? awakabongi) ngimunik' isandla afun' ingalo yonke (Umntonjani lona? awakabongi) ngimuni' ingalo afun' ingqondo yami (Umntonjani lona? awakabongi) ngimuni' ingalo afun' ingqondo yami (Umntonjani lona? awakabongi) ufun' umoya wami ufun' umoya wami (Umntonjani lona? awakabongi) Khuluma nazo mfan' uHashi Elimhlophe mfan' lehla lenyuk' ngehlabathi Ungazuwgudle igwala laphuza laphaza isoka, uyalizwa iHashi Elimhlophe elaselikhona Livele ngamadlebe entabeni, malingavela ngekhanda uzozwe' ngathi uyasha Hhawu ulele lo ngabolal' umile bok'ntshontsha abantu Uyophaphama eThekweini qhu whasha! Bambelela siyajika wena Hhey uyaphi lo? Hlala law'bekwe khona udle okunikiwe musa uk'gcogcoma nendlu yonke Hlehla bheseni akukaphakwa, uqoshameleni lo? Dlala ngentombi, awuboni ukuthi kwendlul' insinzwa Mthinte wenena mafuth' eNkukhu lapho (Umntonjani lona? awakabongi) ngimunik' isandla afun' ingalo yonke (Umntonjani lona? awakabongi) ngimunik' isandla afun' ingalo yonke (Umntonjani lona? awakabongi) ngimuni' ingalo afun' ingqondo yami (Umntonjani lona? awakabongi) ngimuni' ingalo afun' ingqondo yami (Umntonjani lona? awakabongi) ufun' umoya wami ufun' umoya wami (Umntonjani lona? awakabongi) ngimenzela konke kodwa akabnongi Umnto njani onjani lona! Umntonjani lona! Ngimenzela konke kodwa akabongi Ngimunika konke kodwa akabongi Ngimenzela konke kodwa akabongi Ngimunika konke kodwa akabongi Umnto njani onjani lona! Umntonjani lona! Hhey akabongi, hhey akabongi (Umntonjani lona? awakabongi) ngimunik' isandla afun' ingalo yonke (Umntonjani lona? awakabongi) ngimunik' isandla afun' ingalo yonke (Umntonjani lona? awakabongi) ngimuni' ingalo afun' ingqondo yami (Umntonjani lona? awakabongi) ngimuni' ingalo afun' ingqondo yami (Umntonjani lona? awakabongi) ufun' umoya wami ufun' umoya wami (Umntonjani lona? awakabongi) ufun' umoya wami ufun' umoya wami
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out