Lyrics

Wu, wu, wu, wu Hhe hheyi, Khuzani umhlolo Nakhu simbelwa amathuna sisaphila Heyi, laze lafa elihle kakhulu Bantabami buyani ekhaya Kubi langaphandle, kubi langaphandle yeyi Buyani ekhaya kusakhanya (Hey hey hey, hey hey hey) Kwenzenjani sizwe esimnyama (Hey hey hey, hey hey hey) Kwenzenjani bantu bakithi (Hey hey hey, hey hey hey) (Kwaze kwamnyama) (Laze lafa elihle kakhulu) (Kwaze kwamnyama) (Sizw' esimnyama, Kwenzenjani bantu bakithi) Buyelani esintwini, buyelani kwantu, buyelani emasikweni Nakhu simbelwa amathuna sisaphila Simbelwa amathuna sisaphila Heyi, laze lafa elihle kakhulu Kwenzenjani sizwe esimnyama Kwenzenjani bantu bakithi Eyi buyelani esintwini, buyelani kwantu Kwacim' umbani kwaphel' amanzi (Kwaze kwamnyama) Kubi la ngaphandle, kubi la ngaphandle yehheyi Ngikhumbule lezonsuku (Hey hey hey, hey hey hey) Uma umdali ufana nomzali (Hey hey hey, hey hey hey) Sibambisene kepha singahlobene (Hey hey hey, hey hey hey) Ngikhumbule lezonsuku (Hey hey hey, hey hey hey) Umuntu omdala enjengoNkulunkulu (Hey hey hey, hey hey hey) Kunobumban sikhuz' umhlola (Hey hey hey, hey hey hey) Wu, wu, wu, wu Futhi kwakungekho ukuhlobana Futhi kwakungekho ukusolana Futhi kwakungekho ukucwasana Yelele yelelema yekani Buyani ekhaya kusakhanya (Sizwe esimnyama, Kwaze kwamnyama) Ehhhhey Konakele, konakele, Ngikhalela abanta bami, ngikhalela ingane zami Buyani ekhaya kusakhanya, Buyani ekhaya kusakhanya Bantabami (Kwaze kwamnyama) konakele konakele ye (Kwaze kwamnyama) hho konakele Aya li (Hey hey hey, hey hey hey) Aya li khase, aya li khaselamana yei Aya li khasolo wayanaye Aya lekhase e lele, e lele (Hey hey hey, hey hey hey) E lele khisala khana maye Aya li khase yama yi lakhase Aya li khase yama yi lakhaseya Ngikhalela abantabami, ngikhaleli' ngane zami ke Ngikhalela abantabami, ngikhaleli' ngane zami ke
Writer(s): Siphiwe Nkabinde Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out