Lyrics

Ehhh mamazana ntombi kaMwelase ubozami ingqondo yokuhlala nami njengamajuba wona engaxabani ahlala ngokuzwana uma uyizwa imiyalo yami siyohlala njalo ngokwelulekana njengamajuba wona engaxabani ahlala ngokuzwana uthando luyabonisana kulabobantu abahlangane ngalo lunesizathu eziluqedayo luphele ngokushesha
Writer(s): Zenzele Mchunu Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out