Lyrics

Waz wayisela Ntombazan Ukwaz ukuntshontsh inhliziyo yam Awunendab nokuthi ng'yosal ngiphilngan Washonaph unembeza Ntombazan Baknng behlulek Ntombazan Namanj ng'yaz'buza wena wenza ngan Wena wayinqob inhliziyo Ngicela ning'yekelen non ngab idliso. Wen uhlukile kwabanye (Oohya oohya oohya) Uhlukile kwabanye (Oohya oohya oohya) Wen uhlukile kwabanye (Oohya ohhya oohya) Insizw'yaxeg isimilo Yakunik konk ungayiphul inhliziyo (Ungayiphul inhliziyo) Insizw'yaxeg isimilo Yakunik konk ungayiphul inhliziyo Sengithusw'ukuthi Mina nawe singamathe nolimi Sengiluthw'ukuthi min intombi kimi ayihlali Sengithusw'ukuthi Mina nawe singamathe nolimi Sengiluthw'ukuthi min intombi kimi ayihlali Bengumtshingo ubethwa ngubani Mina being'dliwa umzwangedwa Ungakafik eduze kwam. (Aayaah aaayah aaayah aaayah) Waz wayisela Ntombazan Ukwaz ukuntshontsh inhliziyo yam Awunendab nokuthi ng'yosal ngiphilngan Washonaph unembeza Ntombazan Baknng behlulek Ntombazan Namanj ng'yaz'buza wena wenza ngan Wena wayinqob inhliziyo Ngicela ning'yekelen non ngab idliso. Wen uhlukile kwabanye (Oohya oohya oohya) Uhlukile kwabanye (Oohya oohya oohya) Wen uhlukile kwabanye (Oohya ohhya oohya) Lilizela mama Sekunjenga magam' akho Bek ukhamb'emsamo Usendlelen umakot wakwakho Lilizela mama Sekunjenga magam' akho Bek ukhamb'emsamo Usendlelen umakot wakwakho
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out