Listen to Angina Lutho by Khuzani

Angina Lutho

Khuzani

Maskandi

11,211 Shazams

Lyrics

Mina anginalutho mina ngiyahlupheka Mina anginalutho mina ngiyahlupheka Mina anginay' imali mina ngiyahlupheka Mina ngihlala nengane yam' nomama wengane yam' No mama wami washiyeka no baba wam' Ngihlala nengane yam' nomama wengane yam' Mina ngiyahlupheka Mina ngihlala nengane yam' nomama wengane yam' No mama wami washiyeka no baba wam' Ngihlala nengane yam' nomama wengane yam' Mina ngiyahlupheka Mina anginalutho mina ngiyahlupheka Ngoba kumnandi uk'thand umuntu ok'suk' enhliziyweni yami Nentombi yami ing'thanda ngeqiniso Kumnandi uk'thand umuntu ok'suk' enhliziyweni noma engahlupheka Ngoba kumnandi uk'thand umuntu ok'suk' enhliziyweni yami Nentombi yami ing'thanda ngeqiniso Kumnandi uk'thand umuntu ok'suk' enhliziyweni noma engahlupheka Mina ngicabangel'ingane zami kulempil' engiy'philayo Mina ngicabangel'ingane abantabami kulempil' engiy'philayo Ngoba kumnandi uk'thand umuntu ok'suk' enhliziyweni yami Nentombi yami ing'thand ngeqiniso Kumnandi uk'thand umuntu ok'suk' enhliziyweni noma engahlupheka Mina ngiphila ndawonye no lovie wami Mina ngiphila nesthandwa sami ulovie wami Mina ngiphila ndawonye no lovie wami Mina ngiphila nesthandwa sami ulovie wami Mina ngiphila ndawonye no lovie wami Mina ngiphila nesthandwa sami ulovie wami Ngoba kumnandi uk'thand umuntu ok'suk' enhliziyweni yami No lovie wami ung'thanda ngeqiniso Kumnandi uk'thand umuntu ok'suk' enhliziyweni noma engahlupheka
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out