Lyrics

K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni K'thiw' umuntu wakho ungazi Kuth' uyimiseleni ngawe K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni K'thiw' umuntu wakho ungazi Kuth' uhleleni ngawe Uzoth' uthath' intozakho wena uyaphuma Uyamb' awusabuyi Uz'ufike emnyango ungavinjiwe Uzoth' uthath' intozakho wena uyaphuma, uyahamba Uz'ufike emnyango ungavinjwe Uyobona lapho Ukuthi akusiz' ukuduba Kodwa ub'ungancengiwe Uyobona lapho Ukuthi akusizi ukuduba Kodwa ub'ungancengiwe Why ungibuz' ukuthi I won't fight for you Futh' uwena othe langaphandle khona abangcono Mina I don't deserve you Manje ung'fonela udakiwe ngabo 3 ek'seni Ujuthwa u-summer walker Uyangthuka ufuna silwe sorry I dont need that energy No woman no cry, woman no cry Ngidlala u-Bob marley on repeat, peace K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni K'thiw' umuntu wakho ungazi Kuth' uyimiseleni ngawe K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni K'thiw' umuntu wakho ungazi Kuth' uhleleni ngawe Uzoth' uthath' intozakho wena uyaphuma Uyamb' awusabuyi Uz'ufike emnyango ungavinjiwe Uzoth' uthath' intozakho wena uyaphuma, uyahamba Uz'ufike emnyango ungavinjwe I will never fight you ngeke ngik'vimbe I really hope ungcono ke lomtholile Akafani nami, fani nami Akafani nami Fani nami How am I at fault wuwe okhethile Ngizobe ngikulandelelani It's not like ungimemile Nge'ngikhone I can't Argue nawe ngeke ngilunge Sisi uzoziphikisa uz'ukhathale angikho lapho K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni K'thiw' umuntu wakho ungazi Kuth' uyimiseleni ngawe K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni K'thiw' umuntu wakho ungazi Ukuth' uhleleni ngawe Uzoth' uthath' intozakho wena uyaphuma Uyamb' awusabuyi Uz'ufike emnyango ungavinjiwe Uzoth' uthath' intozakho wena uyaphuma, uyahamba Uz'ufike emnyango ungavinjwe I am not a player Ngine habit yokushela Nge'ngikhone ukuk'khalela I will be on to the next one Calm down ukhalelani Nayi i-Twinsaver I am not gonna save you Zama i-police station Hhay ukuthi angikufateli Ukuthi angik'ncengi Who gonna replace me Ngiyakutshela I'm not asking
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out