Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Brenda Mtambo
Brenda Mtambo
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Brenda Mtambo
Brenda Mtambo
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Brenda Mtambo
Brenda Mtambo
Producer

Lyrics

Waz'ukujula kwenhliziyo yami ehe-ee-ee (Umhlobo wam) Noma ngiphel' amandla, uyangazi (Umhlobo wam) Ngoba nguye (Ngoba nguye, owangimela) Ngangi'lahlwe (Ngangi'lahlwe okwempela) (Ngal'uthando) Wa, wangifela (Umhlobo wam) Ngoba nguye (Ngoba nguye, owangimela) Ngangi'lahlwe (Ngangi'lahlwe okwempela) (Ngal'uthando) Wa, wangifela (Umhlobo wam) Sewakhile enhlizweni (Umhlobo wam) Nguy' omkhul' ezihlotsheni (Umhlobo wam) Ngoba nguye (Ngoba nguye, owangimela) Ngangi'lahlwe (Ngangi'lahlwe okwempela) (Ngal'uthando) Wa, wangifela (Umhlobo wam) Ngoba nguye (Ngoba nguye, owangimela) Ngangi'lahlwe (Ngangi'lahlwe okwempela) (Ngal'uthando) Wa, wangifela (Umhlobo wam) Uyauthwalu' umthwalo wami (Umhlobo wam) Wongithwala nami ngempela (Umhlobo wam) (Wayehlatshwa njengemvana) (Az' angenz' owakh' umtwana) (Yek' inhlanhla) Yokwazana (Umhlobo wam) (Wayehlatshwa njengemvana) (Az' angenz' owakh' umtwana) (Yek' inhlanhla) Yo, yokwazana (Umhlobo wam) Yokwazana, yokwazana Yokwazana, yokwazana Waz'ukujula kwenhliziyo yam', kwenhliziyo yami Waz'ukujula kwenhliziyo yam', kwenhliziyo yami Noma ng'khathele (Uyangazi) Noma ng'khathele (Uyangazi) Noma ng'dikibele (Uyangazi) Noma ng'dikibele (Uyangazi) Uyangazi, uyangazi, uyangazi, uyangazi Uyangazi, uyangazi, eee uyangazi
Writer(s): Brenda Mtambo Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out