Music Video

Credits

PERFORMING ARTISTS
Aymos
Aymos
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Aymos
Aymos
Songwriter
Laura Marshall
Laura Marshall
Songwriter
Michael Junior Khoza
Michael Junior Khoza
Composer
Malusi Friday Buthelezi
Malusi Friday Buthelezi
Composer

Lyrics

Ngifisa ngabe bengi nalo Kube beli khona Eliny'ithuba lokuba nawe okok'gcina Ngoba awusi valelisanga Umuzohamba Awulayelanga Besingalindelanga Ngifisa noma usuku nomzuzwana nje Sibe munye futhi Ukube besinawo amandla Oku vusa abalele Kungaphila abaningi Nom'usuku olodwa Nesi bathandayo Sibe munye futhi Ukube besinawo amandla Oku vusa abalele Kungaphila abaningi Nom'usuku olodwa Nesi bathandayo Sibe munye futhi Ngiyalu khumbula Uncumo Iwakho Nephimbo lakho oh Ngiyafisa ngabe benginawo amandla Okuvusa abalele Kubengaqala ngawe, ngawe Ukube besinawo amandla Oku vusa abalele Kungaphila abaningi Nom'usuku olodwa Nesi bathandayo Sibe munye futhi
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out