Music Video

Ngiyazifela ngawe
Watch {trackName} music video by {artistName}

Featured In

Credits

COMPOSITION & LYRICS
Jabulo Alwande Moloi
Jabulo Alwande Moloi
Songwriter
Muziwokuthula Mabuza
Muziwokuthula Mabuza
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Muziwokuthula Mabuza
Muziwokuthula Mabuza
Engineer
Noman Nhlanhla Buthelezi
Noman Nhlanhla Buthelezi
Producer

Lyrics

Aw, yena uhlala njalo Ebalisa ngokuthi Mina angim'vezi kubangani Ubona engathi ngiyazenyeza (umay'dali) Aw, yena uhlala njalo Ebalisa ngokuthi Mina angim'vezi kubafwethu Ubona engathi ngiyazenyeza (umay'love) Kanti lutho, kanti lutho s'thandwa sami Mina ngiyazifela ngawe Ay, mina ngiyahlanya ngawe Kanti lutho, kanti lutho s'thandwa sami Mina ngiyazifela ngawe Ay, mina ngiyahlanya ngawe Mana kancane, hlis' umoya mama Mina bengisaba banomona ngawe Uyis'bhamu sami sokudubula ama EX ami Uqobo lwayo ngqo umbayimbayi Linda ngikukhiphe, ngifuna siye e Dubai Kuze uzobona zonke izifiso zami Aw, ngoba ngeke ngilinde kuze kuphele imihla yami Ukuze uyithole yonke iphelele injabulo kimi We-baby mina angisabi ngawe Bengifisa wazi ngiyaziqhenya ngawe Aw, s'thandwa uma usubona ukuthi Inkabi ngathi ibuya ekseni Noma mhlampe ngabe ithole umsheli S'thandwa sami ngicela ungifake umuthi Aw, yena uhlala njalo Ebalisa ngokuthi Mina angim'vezi kubangani Ubona engathi ngiyazenyeza (umay'dali) Aw, yena uhlala njalo Ebalisa ngokuthi Mina angim'vezi kubafwethu Ubona engathi ngiyazenyeza (umay'love) Kanti lutho, kanti lutho s'thandwa sami Mina ngiyazifela ngawe Ay, mina ngiyahlanya ngawe Kanti lutho, kanti lutho s'thandwa sami Mina ngiyazifela ngawe Ay, mina ngiyahlanya ngawe We-s'thandwa sami ungaphatheki kabi Ngishawa yikho nje ukunganaki Kodwa hayi ukuthi angikuthandi Ngiyabonga ukwazi into ongayithandi Ngiyaqonda ukuthi awung'phoqi dali Kepha ukuthi angiku-post(i) mami Akusho ukuthi awukho mtoti mama Unodoli wami, uthonono wami Ngezinsuku zakho zobumnandi dali Uyazi yimi ukhand' i-party kini Ngikuphathele ushokoleti mama, Izimbali dali, i-strawberry lovie So, baby wami ngicela uxolo Zama ukupholisa inhliziyo Noma ngabe kangikuvezi, kodwa uhlale wazi ukuthi ngiyakuthanda baby Aw, yena uhlala njalo Ebalisa ngokuthi Mina angim'vezi kubangani Ubona engathi ngiyazenyeza (umay'dali) Aw, yena uhlala njalo Ebalisa ngokuthi Mina angim'vezi kubafwethu Ubona engathi ngiyazenyeza (umay'love) Kanti lutho, kanti lutho s'thandwa sami Mina ngiyazifela ngawe Ay, mina ngiyahlanya ngawe Kanti lutho, kanti lutho s'thandwa sami Mina ngiyazifela ngawe Ay, mina ngiyahlanya ngawe Kanti lutho, kanti lutho s'thandwa sami Mina ngiyazifela ngawe Ay, mina ngiyahlanya ngawe Kanti lutho, kanti lutho s'thandwa sami Mina ngiyazifela ngawe Ay, mina ngiyahlanya ngawe
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out