Lyrics

Mmm Awuu yeeah Mamamamamama Mama bengifis'ukukubonga Ngokungikhulisa kusukela ngiseseMncane Bheka manje sengiziphethe ngokwami Ngifis'ukukubonga ngayo leminyaka usaphila Ahh iminyaka iminyaka (iminyaka iminyaka) Ohh ahhh iminyaka sindawonye (sindawonye) Oh mama Mama ndikhu'ungenzela Ungibambile ngeSandla namuhla sengimdala Wangithanda uqal'ukungibona Ngiyakubonga lungenzi'umuntu mama Uthando lwakho Ngiyibonile imizamo yakho imihla namalanga Ngaphandle kwakho Mama ngabe angikho lana Ungen'ekuseni uyosebenza uzubuy'entambama Uzamindlela ukuthi lifudumale lelikhaya Oh mama Ahh iminyaka iminyaka (iminyaka,iminyaka) Ohh ahhh iminyaka sindawonye (sindawonye) Oh mama Ahh ehh mmh Oh ahh ehh mmh Ngiyabonga Ngiyabonga Ngiyabonga Mama Oh mama Ahh iminyaka iminyaka (iminyaka,iminyaka) Ohh ahhh iminyaka sindawonye (sindawonye) Ahh iminyaka iminyaka (themba lami ngiyabonga) Ohh ahhh iminyaka sindawonye Oh mama
Writer(s): Minenhle Sandile Ngcobo Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out