Lyrics

Umathandana wam' lona (Umathandana wam' lona) Ubaba wezingane zam' lona (Ubaba wezingane zam' lona) Isthandwa sami ke lesi (Umathandana wam' lona) Umathandana wam' lona (Ubaba wezingane zami lona) Eeeh Umathandana wam' lona (Umathandana wam' lona) Hehehehe Ubaba wezingane zam' lona (Ubaba wezingane zam' lona) Isthandwa sami ke lesi (Umathandana wam' lona) Umathandana wam' lona Ubaba wezingane zami lona Oow isoka lami ke leli (Umathandana wam' lona) Wuwuu baby wami lona (Ubaba wezingane zam' lona) Ungishelile ngamuqoma (Qoma) Ufikile walobola Ngihambile ngamisa iduku Wonk' umuntu uyazi mina ngingowakhe Wangi buka ngamuthanda (Thanda) Wahleka, ngamamatheka Selukhu engibuka Ufuna ngishalaze Ngikhona bhuti, angiyindawo (Uwoowoowo) Nhliziyo yami nge yakho Ehh ubaby wami ke lona Umathandana wam lona Isthandwa sami ke lesi (Ubaba wezingane zami lona) Ubaba wezingane zami lona (Umathandana wam' lona) Ithemba lami ke leli (Ubaba wezingane zam' lona) Awu Injabulo yami ke lena (Umathandana wami lona) Isthandwa sami ke lesi (Ubaba wezingane zami lona) Ubaby wami ke lona lona (Umathandana wam' lona) Isthandwa sami ke lesi (Ubaba wezingane zami lona) Umathandana wam' lona Ngibong' umdali ngawe (Ubaba wezingane zam' lona) Ngithemba yena ngalol'uthando (Umathandana wam' lona) Wangivulela isgcawu sothando enhlizweni (Ubaba wezingane zam' lona) Lo mutshwa uza emagcekeni (Umathandana wam' lona) Ngicela ningibongiseni (Ubaba wezingane zami lona) Oww sengiyatelebhela telebhela sengitelebhela telebela Sengiyatelebhela (Telebhela sengitelabhela) Wuuu woo yee (Sengiyatelebhela) Ngiyatelebhela baby (Telebhela) Umathandana wam lona (Umathandana wam' lona) Yeeey Ubaba wey'ngane zami lona (Ubaba wey'ngane zami lona) Isthandwa sami ke lesi (Umathandana wam' lona) Yeey Ubaby wami ke lona (Ubaba wey'ngane zami lona) Nguye umaqodandana wami lona Umathandana wam' lona Eeh uBaby wam lona (Ubaba wey'ngane zami lona) I ATM yami lena (Umathandana wam' lona) Eeh ubaby wami ke lona (Ubaba wey'ngane zami lona) Aayi umaqondandana (Umathandana wam' lona) Isthandandwa sami ke lesi (Ubaba wey'ngane zami lona) Eeh umuntu wami ke lona (Umathandana wam' lona) Uye lona sthandwa sami (Ubaba wey'ngane zami lona) Eeh yeah Umathandana wami lona Ubaba wezingane zami lona Umathandana wami lona Ubaba wezingane zami lona
Writer(s): Given Bayanda Nkosana Zulu, Zinhle Madela Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out