Top Songs By Joyous Celebration
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Joyous Celebration
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Mthunzi Namba
Composer
Lyrics
Uthando lukaBaba
Lunje ngolwandle bo
Lubanzi lujulile
Luyazeka yini bo?
Lwafinyelela kimi
Ngisezonweni zam
Alwaze lwangedlula
Lwangisindisa nam
Obaba ngiyabonga
Nangenhliziyo yami
Sengiyavuma ngithi
Ungumsindisi wami
Ngizokwethemba njalo
Ngise semhlabeni
Ngizokukhonza futhi
Ngothando enhlizweni
Obaba ngiyabonga
Nangenhliziyo yami
Sengiyavuma ngithi
Ungumsindisi wami
(Can I ask the choir to join me)
Ngizokwethemba njalo
Ngise semhlabeni
Ngizokukhonza futhi (oh Baba)
Ngothando enhlizweni
(Thank you)
Writer(s): Traditional, Lindelane Mkhize, Sibongiseni Mbhele
Lyrics powered by www.musixmatch.com