Lyrics

Mina nawe dali asiyeke ukuxabana Awuyek' isikhwele ngifuna wena Isihwele sakho Siyasixabanisa Baby awuyeke... awuyekele Baby awuyeke... uzosixabanisa Baby awuyeke... awuyekele Baby awuyeke... uzosixabanisa Kwenzenjani ungithembi sthandwa sam Inhliziyo yami ine yakho Ngakunika yona yonke Izethembiso zami Mina ngiyazifeza Asiyeke ukuxabana Ngento engekhoyo Ngiyazi ukuthi uyangithanda Yebo ngiyakuthanda Futhi nami ngiyakuthanda Yebo uyangithanda Kodwa le ndaba yesikhwele Iyasixabanisa Awuyeke le ndaba yesikhwele Awu themba mina ngizo themba wena Mina nawe dali asiyeke ukuxabana Awuyek' isikhwele ngifuna wena Isikhwele sakho Siyasixabanisa Baby awuyeke, yeka Awuyekele... yeka Baby awuyeke, yeka Uzosixabanisa... yeka Angiyithandi le ndaba yakho 'Yabangani besilisa Kodwa bengine mpilo Phambi ngihlangana nawe Mina ngikhetha wena (mina ngikhetha wena) Mina ngifuna wena (nami ngifuna wena) So themba wena Ngoba Ngiyakuthanda Mina nawe dali asiyeke ukuxabana Awuyeke isikhwele Ngifuna wena Isikhwele sakho siyasixabanisa Baby awuyeke awuyeke Awuyekele yeka Baby awuyeke yeka Uzosixabanisa(uzosixabanisa) Mina ngiketha wena (khetha wena) Mina ngifuna wena (nami ngifuna wena) Ngizokuthemba wena Ngoba ngiyakuthanda Mina nawe dali asiyeke ukuxabana Awuyek isikhwele ngifuna wena Isikhwele sakho siyasixabnisa Baby awuyeke... yeka Awuyekele yeka Baby awuyeke yeka Uzosixabanisa (uzosixabanisa) yeka
Writer(s): Robbie Malinga, M. Thebe Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out