Lyrics

Ngabalekel' iskolo ngajaha ukuyosebenza Ngabalekel' iskolo ngajaha ukuyosebenza Aw sengyaysola ma, aw khon' ukuysola ma Aw sengyaysola ma, aw khon' ukuysola ma Sengsebenza emapulazini aw ngisakga ingodo Aw sengsebenza emapulazini aw ngisakga ingodo Aw ngiphush' imoba ma, aw ngisakg' ingodo ngithwele kanzima (Seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) Ngabalekel' iskolo ngajaha ukuyosebenza (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) Ngabalekel' iskolo ngajaha ukuyosebenza (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) Aw sengyaysola ma, (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) aw khon' ukuysola ma Aw sengyaysola ma, (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) aw khon' ukuysola ma Aw sengsebenza emapulazini aw ngisakga ingodo (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) Aw sengsebenza emapulazini aw ngisakga ingodo (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) Aw ngiphush' imoba ma, (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) aw ngiphush' imoba Zasha phela Phuzekhemisi madoda Wayhlaba ngempela umfoka Majazana Khona phansi eMkhomazi engbuya khona Umfula engiwphuzayo ngiphuza uMakhoya kade khona ka Dumisa Bhu! Ngang' lokhe ngibatshela kancane bethi bayoybamb' iMamba isemgodini Ngathi musani ukuydlokodla bafana ngob' izonlimaza Khuphuka lapho-ke mfoka ngwazi emabhesini Hop! Ithini inyoni emhlophe laph' enkostineni khona Thathtani eHighveld hop! Ngiqhamuka kancane mina ngigudl' iLwandle lengphuma khona Ngiphuma phansi kwa Dumisa Hhola mpintshi! Weh mfan' wami ubiza bani ngo mpintshi? Yiyona into oyfund' eskoleni le? Konje othisha benu abasanshayi nithi niya abuswa manshawa othisha nina bantwana Hhop! Ngabalekel' iskolo ngajaha ukuyosebenza Ngabalekel' iskolo ngajaha ukuyosebenza Sengyaysola ma, sengyaysola ma Aw khon' ukuysola ma, sengyaysola ma Sengsebenza emapulazini aw ngisakga ingodo Sengsebenza emapulazini aw ngisakga ingodo Aw ngithwal' amagodo ma (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) Ngabalekel' iskolo ngajaha ukuyosebenza (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) Ngabalekel' iskolo ngajaha ukuyosebenza (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) Aw sengyaysola ma, (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) aw khon' ukuysola ma Sengyaysola ma, (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) aw khon' ukuysola ma Aw khon' ukuysola ma (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) Sengsebenza emapulazini aw ngisakga ingodo (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) Sengsebenza emapulazini aw ngisakga ingodo (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) Aw ngithwal' amagodo ma (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) Aw ngithwal' amagodo ma (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) (Seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) Ngabalekel' iskolo ngajaha ukuyosebenza (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) Ngabalekel' iskolo ngajaha ukuyosebenza (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) Aw sengyaysola ma, (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) Aw sengyaysola ma, (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) Sengisebenza emobeni (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) Aw ngisagka amagodo ma (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) ngithwal' ingodo Aw ngisagka amagodo ma (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) ngithwal' ingodo ma
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out