Lyrics

Kulo mhla liduma izulu Unyazi lusabeka Namanz' olwandl' amakhulu ecish' ukungigwinya Ngizwa amazwi kaJesu ethi "Ungesabi chaa, ngingeke ngikushiye" Cha angingedwa Angingedwa, chaa angingedwa oh cha angingedwa Ushil' angekangishiye chaa angingedwa Angingedwa, chaa angingedwa oh cha angingedwa Ushil' angekangishiye chaa angingedwa Noma kuvel' ukulingwa nosizi olukhulu Noma kudangel' umoya ngishiywe izihlobo UJesu unami njalo ngiyo kuthula Ngaye Ushil' angek' angishiye Cha angingedwa Angingedwa: Chaa angingedwa oh cha angingedwa Ushil' angekangishiye chaa angingedwa Angingedwa: Chaa angingedwa oh cha angingedwa Ushil' angekangishiye chaa angingedwa Owang'fela eGolgotha. Owahlushwa ngenxa yam' Ngob' ulapho nobumthombo wokugez' izono zam' Ungilungisel' indawo esihlalweni Sakhe Ngiyakuhla hlala naye njalo ohh cha angingedwa Angingedwa, chaa angingedwa oh cha angingedwa Ushil' angekangishiye chaa angingedwa Angingedwa, chaa angingedwa oh cha angingedwa Ushil' angekangishiye chaa angingedwa Angingedwa, chaa angingedwa oh cha angingedwa Ushil' angekangishiye chaa angingedwa Angingedwa, chaa angingedwa oh cha angingedwa Ushil' angekangishiye chaa angingedwa
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out