Listen to Wena Wedwa (feat. Truhitz) by Big Zulu

Wena Wedwa (feat. Truhitz)

Big Zulu

Hip-Hop/Rap

1,992 Shazams

Lyrics

Mangiqal' ukukubona ngavele ngabon' umaqondana Nhliziy' iyathokoza mangibhek' amehl' aqondana Kodwa Ntokazi sthandwa sami ngise ngakhothama Wena ndoniyamanzi sphalaphala ngibon' indodana Bayasho bath' induk' enhle isemazweni Aphelel' amahlathi ngishayw' imvula ngilal' eweni Akekh' omunye ngizwa wen' enhliziweni Ngenz' indod' eqotho uzubekezel' emshadweni Umhlaba ngiwahambile angikaze ngibon' ofana nawe Owekhethelo akukh' omunye sthandwa sami Abelungu amandiya ngish' echina mawengane Ungishaya ngobheka mina ngedwa ngizithola sengihlanya ngawe Ayy mina ngiyaphika bathi Sohlakanisw' ukufa Emgodini sobabili ngizofa nawe lilodw' ithuna Sthandwa sami them a mina ngilosiyokulunga Bath' uthand' aliboni kodwa babhek' elethu lukhula If you leave me I'll go crazy (crazy) Cross my heart cause you my baby Cause ain't nobody like you Ngifuna wena wedwa, dali Phela wena wedwa, dali Ngifuna wena wedwa, akekh' ofana nawe Ngifuna wena wedwa, akekh' ofana nawe Ain't nobody like you If you leave me I'll go crazy (crazy) Cross my heart cause you my baby Cause ain't nobody like you Ngifuna wena wedwa, dali Phela wena wedwa, dali Ngifuna wena wedwa, lovey Ain't nobody like you Bathi kuhle kwethu songena sesitotoba Awu bamb' isandla sami sililizele sicothoza Awu ndoniyamanzi sengikhathel' ukunyonyoba Ungez' indod' eqotho namhlanje ngyokulobola Ngyokuthum' omalume naz' inkomo nje zyokikiza Ngizocaphuna kusale kwezila Baba nje ngizopipiza Jabul' amaNene sezishaya nje uzokotiza Shanel' amabala emagceken' uzohlobisa Ngifuna wena wedwa akekh' ofana nawe Inhliziy' ithandile ayibon' ofana nawe Uyisiphalaphala mtanomuntu uyilanga liphuma Uyindoniyamanzi Uyisiphalaphala mina ngyavuma If you leave me I'll go crazy (crazy) Cross my heart cause you my baby Cause ain't nobody like you Ngifuna wena wedwa, dali Phela wena wedwa, dali Ngifuna wena wedwa akekh' ofana nawe Ain't nobody like you If you leave me I'll go crazy (crazy) Cross my heart cause you my baby Cause ain't nobody like you Ngifuna wena wedwa, dali Phela wena wedwa, dali Ngifuna wena wedwa, lovey Ain't nobody like you
Writer(s): Nene Sidney Siyabonga, Gordian Sibusiso Maseko, Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out