Top Songs By Mnqobi Yazo
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Mnqobi Yazo
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Lindokuhle Mqobi Msimango
Composer
Lyrics
Mina ngasho ngathi kuye kukhona okushaya amanzi
Kwangathi uchuku engilususayo
Mina ngasho ngathi kuye kukhona okushaya amanzi
Kwangathi uchuku engilususayo
Awungithi impi, impi, impi (kababa ekhaya)
Impi emzini kababa ekhaya
Awungithi impi, awu impi, udweshu
Impi emzini kababa ekhaya
Why uval'umlomo ntombi, mangabe ungangifuni ubosho?
Nhliziyo yami ithambile ntombi, okweqanda ungiyifaki lomkhonto
Ngani wathi uzongithanda s'fike ekugcineni?
Why manje ntombazane ung'shiya sisasekuqaleni?
Lengxabano yaqalwa wuwe
Mina angikaze ngayibona into enjena
Mina ngasho ngathi kuye kukhona okushaya amanzi
Kwangathi uchuku engilususayo
Mina ngasho ngathi kuye kukhona okushaya amanzi
Kwangathi uchuku engilususayo
Awungithi impi, awu impi, impi (kababa ekhaya)
Impi emzini kababa ekhaya
Awungithi impi, awu impi, udweshu
Impi emzini kababa ekhaya
Oh, hayi suka
Theni mang'khuluma uthula
Ngani lodweshu lwangaphandle luqalwe nguwe manje wena uyathula?
Mmh, buka
Mina angikudingi lokulwa
Into engidinga kuwena inhlonipho ntombazane sizojabula
Kuphela nje uzohlonipha emzini kababa
Futhi uzoyeka ukuba yimpempe
Lento ngeke ngayimela ngempela ntombi
Mina ngasho ngathi kuye kukhona okushaya amanzi
Kwangathi uchuku engilususayo
Mina ngasho ngathi kuye kukhona okushaya amanzi
Kwangathi uchuku engilususayo
Awungithi impi, awu impi, impi (kababa ekhaya)
Impi emzini kababa ekhaya
Awungithi impi, awu impi, udweshu
Impi emzini kababa ekhaya
Awungithi impi, awu impi, impi
Impi emzini kababa ekhaya
Awungithi impi, awu impi, udweshu
Impi emzini kababa ekhaya
Writer(s): Lindokuhle Mnqobi Msimango
Lyrics powered by www.musixmatch.com