Lyrics

Mina ngasho ngathi kuye kukhona okushaya amanzi Kwangathi uchuku engilususayo Mina ngasho ngathi kuye kukhona okushaya amanzi Kwangathi uchuku engilususayo Awungithi impi, impi, impi (kababa ekhaya) Impi emzini kababa ekhaya Awungithi impi, awu impi, udweshu Impi emzini kababa ekhaya Why uval'umlomo ntombi, mangabe ungangifuni ubosho? Nhliziyo yami ithambile ntombi, okweqanda ungiyifaki lomkhonto Ngani wathi uzongithanda s'fike ekugcineni? Why manje ntombazane ung'shiya sisasekuqaleni? Lengxabano yaqalwa wuwe Mina angikaze ngayibona into enjena Mina ngasho ngathi kuye kukhona okushaya amanzi Kwangathi uchuku engilususayo Mina ngasho ngathi kuye kukhona okushaya amanzi Kwangathi uchuku engilususayo Awungithi impi, awu impi, impi (kababa ekhaya) Impi emzini kababa ekhaya Awungithi impi, awu impi, udweshu Impi emzini kababa ekhaya Oh, hayi suka Theni mang'khuluma uthula Ngani lodweshu lwangaphandle luqalwe nguwe manje wena uyathula? Mmh, buka Mina angikudingi lokulwa Into engidinga kuwena inhlonipho ntombazane sizojabula Kuphela nje uzohlonipha emzini kababa Futhi uzoyeka ukuba yimpempe Lento ngeke ngayimela ngempela ntombi Mina ngasho ngathi kuye kukhona okushaya amanzi Kwangathi uchuku engilususayo Mina ngasho ngathi kuye kukhona okushaya amanzi Kwangathi uchuku engilususayo Awungithi impi, awu impi, impi (kababa ekhaya) Impi emzini kababa ekhaya Awungithi impi, awu impi, udweshu Impi emzini kababa ekhaya Awungithi impi, awu impi, impi Impi emzini kababa ekhaya Awungithi impi, awu impi, udweshu Impi emzini kababa ekhaya
Writer(s): Lindokuhle Mnqobi Msimango Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out