Lyrics

Ngizow' wela Ngiyavuma ngizow' wela Ngiyezwa mfo Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele Uthando luyanqoba konke Ngiyezwa mfo Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele (Ooh, ooh) Uthando luyanqoba konke Olwasemandulo (lwakdala) Ngiwel' izibuko Ngiyokha ngaphesheya Kunomthombo wamanzi amnandi Kunejongo eling'funa phansi Iqhamuk' isingvimb' insizw' izizwa Ithi uyang'faka noma uyang'khipha? Dudlu ntombi dudlu (Dudlu), dudlu Ung'fak' enhlizweni nom' ung'khiph' osizini? Ngiyezwa mfo Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele Uthando luyanqoba konke Ngiyezwa mfo Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele (Oh, oh) Uthando luyanqoba konke Ngishaya isphithiphithi ngiyazi ngenzani Isndiyandiya yah Isgcin' iyogcagcel' esokeni Ngiyeke, ngiyeke mama Uthando luyangehlula I put my guard down (Down, down) Amazw' akho anamandla Inhliziyo iyakhathala amanga Okuz'khohlisa kwam', ngik'nika ucu lwam' Ngiyezwa mfo Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele (Lo mncele) Uthando luyanqoba konke (Konke) Ngiyezwa mfo (Yezwa mfo) Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele (Lo mncele) Uthando luyanqoba konke (Uthando luyanqoba, luyanqoba konke) Ngiyezwa mfo Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele (Hay' ngizow'wela) Uthando lyanqoba konke (Ngizow'wela) Ngiyezwa mfo (Yezwa mfo) Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele (Lo mncele) Uthando luyanqoba konke (Hay'bo)
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out