Music Video

Ngithokoz' Ubaba Nomma
Watch {trackName} music video by {artistName}

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Phuzekhemisi No Nothembi
Phuzekhemisi No Nothembi
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Zibokwakhe Johnston Mnyandu
Zibokwakhe Johnston Mnyandu
Songwriter

Lyrics

Thokoz' ubaba no mama! Thokoz' ubaba no mama! (Ahh stikwa amakhaza manje) Thokoz' ubaba no mama! (Ahh stikwa amakhaza manje) Thokoz' ubaba abalele weh (Ahh stikwa amakhaza manje) Thokoz' abalele yoh! (Ahh stikwa amakhaza manje) Thokoz' iDlozi lami! (Ahh stikwa amakhaza manje) Thokoz' iDlozi lami! (Ahh stikwa amakhaza manje) Thokoz' abaleleko! Thokoz' abaleleko! (Ahh stikwa amakhaza manje) Thokoz' abaleleko! (Ahh stikwa amakhaza manje) Thokoz' abaleleko! (Ahh stikwa amakhaza manje) Thokoz' iDlozi lami! (Ahh stikwa amakhaza manje) Thokoz' iDlozi lami! (Ahh stikwa amakhaza manje) Thokoz' iDlozi lami! (Ahh stikwa amakhaza manje) Thokoz' ubaba no mama! (Ahh stikwa amakhaza manje) Thokoz' ubaba no mama! (Ahh stikwa amakhaza manje) Ngimfung' uMalume nakub' esafa imdimoni ithunjana lika Gogo UGobela owangfundisa igatarri phasi zase Mahlangeni Wawngangani mfana kithi Thath' igattarri yakho uyifak'emlonyeni Uyidle njenge Ice-cream uhlale phasi uphumule Khazithath' izntrambo ngasphosa phasi Kwa Zulu Natali Aw aw aw aw ngaymukela kusphalaphala madoda Intokazi yakhona kaNdebele Kop! Zasha phela uPhuzekhemisi wayhlaba ngempela mfoka Majazana Khona kwa Dumsia eMkhomazi lang'buya khona Sihlanganis' iSizwe thina, hop! Ay nami ngiyambonga ubaba owangifundisa igattali Ngaqala ngethini lamafutha Hop! Ngizok'gwinyis' uphuthu wena ngoba uthath' izinto zabantu Ngiyambong' ubaba no mama! Ngiyambong' ubaba no mama! (Ahh stikwa amakhaza manje) Ngiyal'mbong' iDlozi lami! (Ahh stikwa amakhaza manje) Ngiyal'mbong' iDlozi lami! (Ahh stikwa amakhaza manje) Ngiyambong' ubaba no mama! (Ahh stikwa amakhaza manje) Ngiyambong' ubaba no mama! (Ahh stikwa amakhaza manje) Ngiyal'mbong' iDlozi lami! Thokoz' ubaba no mama! Thokoz' ubaba no mama! (Ahh stikwa amakhaza manje) Thokoz' ubaba no mama! (Ahh stikwa amakhaza manje) Thokoz' abaleleko! (Ahh stikwa amakhaza manje) Thokoz' abaleleko! (Ahh stikwa amakhaza manje) Thokoz' abaleleko! (Ahh stikwa amakhaza manje) Thokoz' iDlozi lami! (Ahh stikwa amakhaza manje) Thokoz' iDlozi lami! (Ahh stikwa amakhaza manje) Thokoz' ubaba no mama! (Ahh stikwa amakhaza manje)
Writer(s): Nothembi Mkhwebane Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out