Music Video

Unompopoloza
Watch {trackName} music video by {artistName}

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Phuzekhemisi No Nothembi
Phuzekhemisi No Nothembi
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Zibokwakhe Johnston Mnyandu
Zibokwakhe Johnston Mnyandu
Songwriter

Lyrics

Yen' usel' (igazi lami njengo nompopoloza) Yen' usel' (igazi lami njengo nompopoloza) Yen' usel' (igazi lami njengo nompopoloza) Yen' usel' (igazi lami njengo nompopoloza) Uliselelani (igazi lami njengo nompopoloza) Uliselelani (igazi lami njengo nompopoloza) Ladum' izulu laduma libalele Ngikhamba naye madoda uPhuzemkhemisi Laph' iphondo likabhejane umfoka Majazana Ngiyasaba ukuk'biza ngegama Phuza Ngihlonipha izico zakho sokana lekhetho Thutha lapho uwakhe khona Phuza Aw aw aw aw kodwa Queen Ndlovukazi Ngizokwakhaphi ngob' iSouth Africa igcwel' imjondolo yonke Kodwa savota Qhu! Wena uphuz' igama lami njengomiyane Wena uphuz' igama lami njengomiyane Wena uthath' indukuzami njenge vaka Wena uthath' indukuzami njenge vaka Wen uthath' indukuzami njenge vaka Yen' usel' igazi lami njengo nompopoloza Yen' usel' (igazi lami njengo nompopoloza) Yen' usel' (igazi lami njengo nompopoloza) Yen' usel' (igazi lami njengo nompopoloza) Uliselelani (igazi lami njengo nompopoloza) Uliselelani (igazi lami njengo nompopoloza) Ngazbamba mina u lux-man inyoni edle zinye madoda Ngagijima ngaya phasi ezansi Kwa Zulu Natali Phuza yini u Lux-man ngeskhenu? Ayi u luxman ngesikithi iqola lona elibamb' ongcede Libachoncothile ibandla sebel'bonile, hhop! Baphela abangan' bami, ibambeni ngempande zayo Yela bangan' (bami bangbetha ngempande zami) Yela bangan' (bami bangbetha ngempande zami) Yeh musani (ukung'betha ngempande zami) Yela musani (ukung'betha ngempande zami) Yen' usel' igazi lami njengo nompopoloza Yen' usel' (igazi lami njengo nompopoloza) Uliselelani (igazi lami njengo nompopoloza) Uliselelani (igazi lami njengo nompopoloza)
Writer(s): Peki Emmelinah Mkhwebane Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out