Top Songs By Cishababhemu
Credits
COMPOSITION & LYRICS
Sibusiso Dlamini
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Sonews
Producer
Wandile Hlophe
Mastering Engineer
Lyrics
Ay'bo awung'tshel' ufunani
Iy'ngane zam' uy'bukani
Nang' eseng'thinta khuzani
Uthi ng'yashisa ung'bukaphi
Uphuzani
Uphuzani
Ntomb' aw'ngtshel' uphuzani
Ufunani?
Uphuzani
Ng'dabuk' eDumbe oPhuzane
Mang'funa ng'nga (ey)
Mina ng'zok'hlikiliza
Ngivivile ngiyi mfivilithi
Ng'did' ingane idakw' ilahl' idinga
Iding' imishanguzo izomimilita
Ngeze wang'bona nosikilidi
Ngingen' engomeni ngithi milikihli
Abanye bang'biza ngoGabhadiya
Kade ng'bagazinga ngibancish' impilo
Ang'kakaqedi, nalengom' iney'kwelet'
Ng'fun' iy'ndondo zami
Ng'thath' im'thwalo yami ng'shon' ekhaya
Ng'fun' isthunzi sami igama lami l'sanganis' imama
Ng'funi khono lami l'gidis' abadala nabancane
Ay'bo awung'tshel' ufunani
Iy'ngane zam' uy'bukani
Nang' eseng'thinta khuzani
Uthi ng'yashisa ung'bukaphi
Uphuzani
Uphuzani
Ntomb' aw'ngtshel' uphuzani
Ufunani?
Uphuzani
Ng'dabuk' eDumbe oPhuzane
Ay'bo awung'tshel' ufunani
Iy'ngane zam' uy'bukani
Nang' eseng'thinta khuzani
Uthi ng'yashisa ung'bukaphi
Uphuzani
Uphuzani
Ntomb' aw'ngtshel' uphuzani
Ufunani?
Uphuzani
Ng'dabuk' eDumbe oPhuzane
Nank' amakhamandela ngizokhamandela
Ng'kham' ikhadi ngifun' uMandela
Nakhu seng'bhadazela ng'bhad' ibhadi
L'bhadula libhajwa libhuda l'bhadela
Ngeze wabona mang'vela ngintelezi zami
Zibinda ngisho nogobela
Ngeze ngagoba qaphela mubhekana nam'
Usuthint' amadal' amakhehla
Ingoma ngay'belethelwa ngafika ngay'shaya
Amadoda asal' edobh' amaphepha
Ingoma ngay'sebenzela ngay'thandel' iphepha
Manje yon' uqob' iyang'holela
Khona ngang'ngeke vele ng'thand' eliny' ikhono
K'nale khon' engal'thol' emhlaben'
Khona ngabekezela kusek'ningi k'yeza
Vum' ingoma nje ikuhlabe emekweni
Ay'bo awung'tshel' ufunani
Iy'ngane zam' uy'bukani
Nang' eseng'thinta khuzani
Uthi ng'yashisa ung'bukaphi
Uphuzani
Uphuzani
Ntomb' aw'ngtshel' uphuzani
Ufunani?
Uphuzani
Ng'dabuk' eDumbe oPhuzane
Ay'bo awung'tshel' ufunani
Iy'ngane zam' uy'bukani
Nang' eseng'thinta khuzani
Uthi ng'yashisa ung'bukaphi
Uphuzani
Uphuzani
Ntomb' aw'ngtshel' uphuzani
Ufunani?
Uphuzani
Ng'dabuk' eDumbe oPhuzane
Lyrics powered by www.musixmatch.com