Lyrics

Ay'bo awung'tshel' ufunani Iy'ngane zam' uy'bukani Nang' eseng'thinta khuzani Uthi ng'yashisa ung'bukaphi Uphuzani Uphuzani Ntomb' aw'ngtshel' uphuzani Ufunani? Uphuzani Ng'dabuk' eDumbe oPhuzane Mang'funa ng'nga (ey) Mina ng'zok'hlikiliza Ngivivile ngiyi mfivilithi Ng'did' ingane idakw' ilahl' idinga Iding' imishanguzo izomimilita Ngeze wang'bona nosikilidi Ngingen' engomeni ngithi milikihli Abanye bang'biza ngoGabhadiya Kade ng'bagazinga ngibancish' impilo Ang'kakaqedi, nalengom' iney'kwelet' Ng'fun' iy'ndondo zami Ng'thath' im'thwalo yami ng'shon' ekhaya Ng'fun' isthunzi sami igama lami l'sanganis' imama Ng'funi khono lami l'gidis' abadala nabancane Ay'bo awung'tshel' ufunani Iy'ngane zam' uy'bukani Nang' eseng'thinta khuzani Uthi ng'yashisa ung'bukaphi Uphuzani Uphuzani Ntomb' aw'ngtshel' uphuzani Ufunani? Uphuzani Ng'dabuk' eDumbe oPhuzane Ay'bo awung'tshel' ufunani Iy'ngane zam' uy'bukani Nang' eseng'thinta khuzani Uthi ng'yashisa ung'bukaphi Uphuzani Uphuzani Ntomb' aw'ngtshel' uphuzani Ufunani? Uphuzani Ng'dabuk' eDumbe oPhuzane Nank' amakhamandela ngizokhamandela Ng'kham' ikhadi ngifun' uMandela Nakhu seng'bhadazela ng'bhad' ibhadi L'bhadula libhajwa libhuda l'bhadela Ngeze wabona mang'vela ngintelezi zami Zibinda ngisho nogobela Ngeze ngagoba qaphela mubhekana nam' Usuthint' amadal' amakhehla Ingoma ngay'belethelwa ngafika ngay'shaya Amadoda asal' edobh' amaphepha Ingoma ngay'sebenzela ngay'thandel' iphepha Manje yon' uqob' iyang'holela Khona ngang'ngeke vele ng'thand' eliny' ikhono K'nale khon' engal'thol' emhlaben' Khona ngabekezela kusek'ningi k'yeza Vum' ingoma nje ikuhlabe emekweni Ay'bo awung'tshel' ufunani Iy'ngane zam' uy'bukani Nang' eseng'thinta khuzani Uthi ng'yashisa ung'bukaphi Uphuzani Uphuzani Ntomb' aw'ngtshel' uphuzani Ufunani? Uphuzani Ng'dabuk' eDumbe oPhuzane Ay'bo awung'tshel' ufunani Iy'ngane zam' uy'bukani Nang' eseng'thinta khuzani Uthi ng'yashisa ung'bukaphi Uphuzani Uphuzani Ntomb' aw'ngtshel' uphuzani Ufunani? Uphuzani Ng'dabuk' eDumbe oPhuzane
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out