Music Video

Malume
Watch {trackName} music video by {artistName}

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Phuzekhemisi No Khethani
Phuzekhemisi No Khethani
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Zibokwakhe Johnston Mnyandu
Zibokwakhe Johnston Mnyandu
Songwriter
Zibonele Zenzile Mnyandu
Zibonele Zenzile Mnyandu
Songwriter

Lyrics

Aw ngiyak'saba malume we malume ngiyak'saba Aw ngiyak'saba malume we malume ngiyak'saba Ungabulal' ingan' yakho wemalume unesiki (Ngiyak'saba wemalume ngiyak'saba ungabulal' umntanakho) Aw ngiyak'saba malume! (Ngiyak'saba wemalume ngiyak'saba ungabulal' umntanakho) Aw ngiyak'saba malume! (Ngiyak'saba wemalume ngiyak'saba ungabulal' umntanakho) Ungabulal' ingan' yakho (ngiyak'saba wemalume ngiyak'saba ungabulal' umntanakho) Zasha Phuzekhemisi madoda khona phansi ENsepheni langizalwa khona Umful' engiw'phuzayo ngiphuz' uMakhoya-Kade Aw ngiyihlaba kwesika JB umfokaa ka Ngubane mina Bahlabe ngalapho Khethane Yazi ke ntshebe sengizolanda amaleza awtetini manje Ngibone ayizugwedla lentshebe yakho Bhu! Aw ngiyak'saba malume we malume ngiyak'saba Aw ngiyak'saba malume we malume ngiyak'saba Ungabulal' ingan' yakho wemalume unesiki (Ngiyak'saba wemalume ngiyak'saba ungabulal' umntanakho) Aw aw we malume! (Ngiyak'saba wemalume ngiyak'saba ungabulal' umntanakho) Unesibindi esingaka? (Ngiyak'saba wemalume ngiyak'saba ungabulal' umntanakho) Ngiyak'saba wemalume! (Ngiyak'saba wemalume ngiyak'saba ungabulal' umntanakho) Ungabulal' ingane yakho? (Ngiyak'saba wemalume ngiyak'saba ungabulal' umntanakho) Ngiyak'saba malume! (Ngiyak'saba wemalume ngiyak'saba ungabulal' umntanakho) Ungabulal' ingane yakho? (Ngiyak'saba wemalume ngiyak'saba ungabulal' umntanakho) Aw aw we malume! (Ngiyak'saba wemalume ngiyak'saba ungabulal' umntanakho) Aw aw we malume! (Ngiyak'saba wemalume ngiyak'saba ungabulal' umntanakho) Ungabulal' ingane yakho
Writer(s): Zibokwakhe Johnstone Mnyandu Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out