Top Songs By Phuzekhemisi No Khethani
Credits
PERFORMING ARTISTS
Phuzekhemisi No Khethani
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Zibokwakhe Johnston Mnyandu
Songwriter
Zibonele Zenzile Mnyandu
Songwriter
Lyrics
Thina Zulu omnyama soy'bonga ngani na Ingulube encane?

Sisho ubhodloza umfoka Nzimande Ingulube encane

Yakhuphula Sizwe sakithi singelutho Ingulube encane

Ingulube encane umfoka Nzimande Ingulube encane?

Ubhekeni omncane umfoka Nzimande ubhekeni omncane?
Yakhuphula Sizwe sakithi singelutho Ingulube encane
Thina Zulu omnyama soy'bonga ngani na Ingulube encane?
Zasha phela ko Phuzekhemisi no Khethani madoda
Khona phansi eNsepheni lezalwa khona
Umfula esiw'phuzayo siphuza uMakhoyakade
Khona eMkhomazi
Ayi ngangilokhu ngibatshela kancane Khethani mfoka baba
Bethi bayoyibamba iMamba isemgodini
Ngathi ayibo musani ukuyidlokodla bafana
Ngob' iyonlimaza mayike yaphuma
Bhu, wobhasobha ungami nsizwa ngezansi
Isxhabhane esdansisa amatshe hhop
Thina Zulu omnyama soy'bonga ngani na Ingulube encane?
Thina Zulu omnyama soy'bonga ngani na Ingulube encane?
Sisho ubhodloza umfoka Nzimande Ingulube encane
Sisho ubhodloza umfoka Nzimande ubhekeni omncane
Yakhuphula Sizwe sakithi singelutho Ingulube encane
Thina Zulu omnyama sombonga ngani na ungulube encane?
Yakhuphula Sizwe sakithi singelutho Ingulube encane
Thina Zulu omnyama sombonga ngani na ungulube encane?
Yakhuphula Sizwe sakithi singelutho Ingulube encane
Ingulube encane umfoka Nzimande Ingulube encane?
Yakhuphula Sizwe sakithi singelutho Ingulube encane
Ingulube encane umfoka Nzimande Ingulube encane?
Yakhuphula Sizwe sakithi singelutho Ingulube encane
Thina Zulu omnyama sombonga ngani na ungulube encane?
Lyrics powered by www.musixmatch.com