Music Video

Hlanganani
Watch {trackName} music video by {artistName}

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Phuzekhemisi No Khethani
Phuzekhemisi No Khethani
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Moses Mbhele
Moses Mbhele
Songwriter
Zibokwakhe Johnston Mnyandu
Zibokwakhe Johnston Mnyandu
Songwriter
Zibonele Zenzile Mnyandu
Zibonele Zenzile Mnyandu
Songwriter

Lyrics

Awu maye weh Awu bazebaphela abantu bakithi Bazebaphela abantu bakithi Kodwa sibulalana sodwa nje saze saphel' isizwe esimnyama (Hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele) Hhawu baphela abantu (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele) Hhawu nakhu kuphel' isizwe (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele) Hhawu yelele (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele) Yelele yelele (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele) Hhawu baphela abantu (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele) Zibambe phela Phuzekhemisi wayhlaba ngempela Mhlathune weykhulu Umfoka Majazana khona phansi eNsepheni langizalwa khona Khuphuka laphoke Khethani enkostineni Hhayi siqhamuka kancane thina sigudl' iLwandle Siyobambelela emaphikweni Okhozi Ngangilokhe ngibatshela kancane ukuthi uladiyo Zulu uhamba phambili bafana Bhu! Awu awu maye weh Bazebaphela abantu bakithi Bazebaphela abantu be Nkosi Bazebaphela abantu bakithi Safa yiloludlame madoda (Hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele) Hhawu baphela abantu (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele) Hhawu saphel' isizwe (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele) Hhawu saphel' isizwe (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele) Kuphela lonk' ilizwe lase Aflika madoda (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele) Kuphela wonke ama Aflika weh baboh (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele) Maye (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele) Awu maye weh Awu bazebaphela abantu bakithi Bazebaphela abantu benkosi Bazebaphela abantu benkosi Kodwa sibulalana sodwa nje saze saphel' isizwe esimnyama (Hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele) Hhawu baphela abantu (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele) Hhawu saphel' isizwe (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele) Hhawu madoda (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele) Hhawu baphela abantu (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele)
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out